admin

Umuntu OneImaan Enkulu Kakhulu Kulesizwe

UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Esiza UHadrat Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam). UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Ubika Lokhu Okulandelayo Mayelana Nohambo Lakhe NoRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) Sasihamba ngokushesha phakathi nobusuku nengxenye yosuku olulandelayo kwaze kwaba namandla ukushisa kwase mini. Ngase ngabona ukuthi emgaqweni akusekho muntu futhi kungahambi muntu. Ngabheka phambili …

Read More »

Ukusho IDurood Ewu (1000) Ngolwesihlanu

عن أنس بن مالك قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من صلى علي في يوم الجمعة ألف مرة لم يمت حتى يرى مقعده من الجنة (أخرجه ابن شاهين بسند ضعيف كذا في القول البديع صـ 397) UHadrat Anas (radiallahu anhu) ubika ukuthi uHadrat Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi, …

Read More »

Al Ateeq – Lo Okhululiwe Emlilweni WaseJahannam

Inhlonipho KaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Nothando Lwakhe LikaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Ngenkathi kuyiFat-he-Makkah Mukarramah (ukuqontshwa kwabantu baseMakkah), uHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) waletha ubaba wakhe uAbu Quhaafa (radiallahu anhu) kuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) ukuze amukele iIslaam. Ngalesosikhathi uAbu Quhaafa (radiallahu anhu) wayekade eniminyaka edlula u …

Read More »

Ukuthola IDua KaHadrat Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam) Ngokusho IDurood Ngosuku LweJumuah

عن عمر بن الخطاب رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: أكثروا الصلاة علي في الليلة الزهراء واليوم الأزهر فإن صلاتكم تعرض علي فأدعو لكم وأستغفر (القربة لابن بشكوال، الرقم: ١٠٧، وسنده ضعيف كما في المقاصد الحسنة، الرقم: ١٤٨) UHadrat Umar bin Khattaab (radiallahu anhu) ubika …

Read More »

Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah – 2

3. Umbuzo: Uma ukwenza iAzaan ngaphakathi kweMasjid kuMakrooh (yinto engathandekile) pho yinidaba iAzaan le eyenziwa ngaphambili kweKhuthuba yenzelwe ngaphakathi kweMasjid? Impendulo: Umthetho weAzaan le eyenziwa ngaphambili kweKhuthuba uhlukile kunomthetho weAzaan le yamaSalaah ansuku zonke. Mayelana naleAzaan (le yeKhuthba) iSunnah yakhona ukuthi yenzelwe ngaphakathi kweMasjid. Inhloso yaleAzaan eyenziwe eduze kweMimbar ukuthi …

Read More »

Umuntu Olunge Kakhulu Kulesizwe

Umuntu Olunge Kakhulu Walesizwe UHadrat Abu Darda (radiallahu anhu) wathi, “Ngelinye ilanga uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wangibona ngihamba ngaphambili kwaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu). Ngenkathi uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) ebona lokhu, wathi kumina,” ungahambi ngaphambili komuntu oncono kunawe (uHadrat Abu Bakr).” Emvakwalokho uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wase echaza ubuhle obukhulu …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani – 3

12. Kuvumelekile ukuthi owesifazane azihlabele isilwane sakhe kodwa 13. Ungasihlabi isilwane ngaphambili kwezinye izilwane. 14. Uma uhlaba kumele usebenzise ummese obukhali futhi kumele uhlabe ngokusheshisa. Ungasizwisi isilwane izinhlungu ngokusebenzisa ummese obuthuntu noma ngokwenza kancane. عن عبد الله بن عمر رضي الله عنهما قال: أمر رسول الله صلى الله عليه وسلم …

Read More »

Ubuhle Obukhulu Bokusho IDurood Ngosuku LweJumuah

عن أوس بن أوس رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم إن من أفضل أيامكم يوم الجمعة فأكثروا علي من الصلاة فيه فإن صلاتكم معروضة علي قال: فقالوا: يا رسول الله: وكيف تعرض صلاتنا عليك، وقد أرمت قال: يقولون بليت قال: إن الله تبارك وتعالى حرم …

Read More »

Umlandeli KaRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) Emgedeni Nasechibini

UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Emgedeni Wase Kawsar Ngenkathi besemgedeni kwiHijrah (uhambo olalusuka eMakkah luya eMadina) kubikwa ukuthi uHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) wakhathazeka ukuthi kungabikhona isilwane esizoqhamuka ezimbobeni zomgede silimaze uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam). Wase evala izimbobo ngokudabula iziqephu zendwango yakhe eyangezansi kwase kwasala izimbobo ezimbili ekwashoda khona indwangu. …

Read More »