UAllah Uyonika UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Umvoza Ngosuku LweKiyaamah

UHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) Uncamela Ukudela Yonke Into Yakhe KuRasullullah (sallallahu alaihi wasallam)

Ngenkathi kuyimpi yaseBadr indoda kaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) uAbdur Rahmaan (Radiallahu anhu) wayelwa eqenjini labangakholwa ngoba wayengaka yamukeli iIslaam.
Emvakweskhathi seyamukelile iIslaam, esehleli nobaba wakhe uHadrat Abu Bakr Siddeeq (radiallahu anhu) wathi, “O baba wami othandekile! Ngenkathi kuyimpi yaseBadr wasondela kaningi eduze kwenkemba yami, kodwa ngenxa yokuthi ungubaba wami, ngakuyeka.”
UHadrat Abu Bakr Siddeeq (radiallahu anhu) waphendula ngokungesabi wathi, “Uma wena wasondela eduze kwenkemba yami ngangingasoze ngikuyeke ngoba wawulwa nomprofethi kaAllah (sallallahu alaihi wasallam).

About admin

Check Also

iDua KaHadrat Rasulullah (sallallahu alaihi wasallam)

Injabulo KaHadrat Umar (radiallahu anhu) UHadrat Umar (radiallahu anhu) wake wathi kuHadrat Abbaas (radiallahu anhu) …