Imfihlo YeSurah Faatihah

AmaUlama (abafundisi) abachaza iKuraan bathi ubuhle beSurah Faatihah kutholakala kulelivesi “اياك نعبد وإياك نستعين” (uwena kuphela esimkhonzayo futhi uwe kuphela esicela usizo).

Uma sihlola lelivesi sithola ukuthi linezingnxenye ezimbili. Ingxenye eyokuqala, “nguwe kuphela esimkhonzayo, ingxenye eyesbili,” futhi nguwe kuphela esicela usizo. ”

Ingxenye eyokuqala yalelivesi imemezele ukubamsulwa kwiShirk nokuhlanganisa uAllah nomunye umuntu.

Ingxenye eyesbili imemezela ukube ithemba nokuncika kuAllah kuphela futhi nokungabeki ithemba lakho nokuncika komunye umuntu noma indalo ukuthi ifeze izidingo nezifiso zakho.

 

About admin

Check Also

Isibopho Salesizwe

Njengoba singekho isithunywa esizofika ne-shari’ah (nenkolo) entsha ngemuva kokufika kwe-Islam (njengoba uRasulullah engowokugcina nowokugcina. Isithunywa …