IDurood Yokuphepha – IDurood Tunjeena

UHadrat Moosa Zareer (rahmatullah alayhi) kade eyinceku engcwele kakhulu. Wake walandisa ngalendaba elandelayo ewake wadlula kuyo, uthi: Ngelinye ilanga nginohambo ngigibele umkhumbi okade kusondele ukuthi ucwile. Ngalesosikhathi ngavele ngaphatwa ubuthongo. Ngabona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wase engifundisa leDurood elandelayo wase ethi kumina angiyaleze abagibeli ukuthi basho leDurood kawu(1000). Abagibeli baqala …

Read More »

Umkhuba WamaSahaabah (radiyallahu anhum) Mayelana Ngokwenza ISalaah Ngokuhlanga

Kubikiwe kusuka kuHazrat Abdullah bin Mas’ood (radiyallahu anhu) ukuthi wathi: “Nakekela amaSalaah akho awu (5) ngokuwenza endaweni lakwenziwa khona iAzaan (kuchaza ukuthi eMasjid). Ngoba ngempela ukwenza lamaSalaah (ayimpoqo) eMasjid kusuka kumaSunan-e-Huda (izenzo ezobhaliwe kwiIslaam). UAllah uqokele umprofethi wakhe amaSunan-e-Huda (izenzo zeIslaam eziyisqondiso kuwe). Empilweni kaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) akekho okade …

Read More »

Iithemba Elikhulu LikaHadrat Ali (radiyallahu anhu) Esithembisweni SikaAllah

Iithemba Elikhulu LikaHadrat Ali (radiyallahu anhu) Esithembisweni SikaAllah Kubikiwe ukuthi ngelinye ilanga kwafika isincebi kuHadrat Ali (radiyallahu anhu) sacela kuye. UHadrat Ali (radiyallahu anhu) wase ebhekise ebafaneni bakhe phakathi kwaHadrat Hassan noma uHussain (radiyallahu anhu), wase ethi kuye, “hamba uye kumawakho uthi kuye,’kade ngikunike amaDirham awu(6) (imali), ngicela unginike elilodwa …

Read More »

IDurood KaShaykh Shibili (rahmatullah alayhi) Emvakwa Yonke ISalaah

UAllamah Sakhaawi ubika lendaba elandelayo. UAbu Bakr bin Muhammed (Rahimahullah) wathi: Ngenkathi ngihleli noShaykh Abu Bakr bin Mujaahid (rahmatullah alayhi) kanti ngalesosikhathi kuqhamuke uShaykh Shibili (rahmatullah alayhi),uAbu Bakr bin Mujaahid aphakame lakade ehleli khona, wasondela phambili, wamamukela wase emqabula esiphongweni emkhombisa Inhlonipho. Ngase ngimbuza, “Kungani ukhombisa uShaykh Shibili inhlonipho engaka …

Read More »

Isiyalo Kulaba Abangayenzi ISalaah Yabo Nenhlangano EMasjid

Kade kuyisifiso esikhulu sikaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ukuthi amadoda esizwe sakhe enze iSalaah ngokuhlangana eMasjid. URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ekhathazeka uma ezwa ukuthi khona abenza amaSalaah abo ezindlini zabo aze athi, “Ukuba kade bengekho omama nezingane kade ngizothuma abafana ukuthi bangithezele izinkuni ngihambe ngishise imizi yalaba abenza ISalaah yabo ezindlini …

Read More »

Isikhundla Esiphakeme SikaHadrat Ali (radiyallahu anhu)

Ukulunga KwaHadrat Ali (radiyallahu anhu) UAli bin Rabee’ah (radiyallahu anhu) ubika ukuthi ngelinye ilanga uHadrat Ja’dah bin Hubayrah (radiyallahu anhu) wafika kuHadrat Ali (radiyallahu anhu) wase ethi, “O Mphathi wamaMuslim!, sibona ukuthi kufike abantu ababili kuwe (mayelana nengxabano yabo). Sibona ukuthi oyedwa phakathi kwabo ukuthanda ngaphezulu komdeni wakhe nomcebo wakhe, …

Read More »

Isikhathi Nendlela Efanelekile

Njengoba kubalulekile ukwenza iSalaah, ukuyenza ngesikhathi esifanelekile futhi nangendlela efanelekile kubalulekile. UHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Uma umuntu enza iSalaah yakhe ngesikhathi esifanelekile ngeWudhu ephelele, ephelelisa iQiyaam (ukuma), jRuku (ukugoba) neSajdah (ukuguqa) ngendlela efanelekile ngokucabangisisa nokuzithoba. ISalaah yakhe iyakhuphuka ikhanye ibenobuhle ithi kuye, ‘Engathi uAllah angakuvikela njengoba nawe ungivikelile’. …

Read More »

Ubudlewane Obusondele Phakathi KwaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) NoHadrat Ali (radiyallahu anhu)

Uthando Olujulile LikaRasulullah Ngelinye ilanga Kade ngigula ngavakashelwa uRasulullah ngenkathi engen endlini yami. Kade ngilele phansi. Ngenkathi engibona kuleso simo, uRasulullah wasondela eceleni kwami wase ethatha itshali ekade eligqokile wangimboza ngalo. Emvakwalokho,ngenkathi uRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) ebona ubuthakathaka bami,wasukuma wahamba waya eMusjid wenza iSalaah eyiNafil (engayona impoqo) emvakokuthi enze iNafil …

Read More »

IDurood Nokudumisa Okuhle Kakhulu

Kubikiwe ukuthi uAbu Muhammad, Abdullah Al-Mowsili okade edume ngokubizwa ngoIbnul Mushtahir futhi kade eyinceku esho lokhu okulandelayo: “Umuntu ofisa ukudumisa uAllah ngendlela enhle kakhulu kunayoyonke indalo eyake yamdumisa uAllah phakathi kwabantu kusukela kulo owafika kuqala kuze kufike kulo oyofika kugcina, izingilosi ezisondele nabahlali basemazulwini nasemhlabeni futhi ufisa ukuthumela imikhonzo kumprofethi …

Read More »

ISalaah Yabantu Besilisa

ISalaah inesikhundla esiphakeme kakhulu empilweni yeMuslim engayidingi incazelo. Ngokuthi into eyokuqala oyobuzwa ngayo ngosuku lokwahlulela kwanele njengobufakazi. UHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi : إن أول ما يحاسب الناس به يوم القيامة من أعمالهم الصلاة قال يقول ربنا جل وعز لملائكته وهو أعلم انظروا في صلاة عبدي أتمها أم نقصها …

Read More »