5.Uma ingekho iMiswaak iminwe ingasetshenziswa endaweni yayo. عن أنس رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم يجزئ من السواك الأصابع (التلخيص الحبير 1/104) UHazrat Anas (radiyallahu anhu) uthi uRasulullah (Sallallahu alayhi wasallam ) wathi, “Iminwe ingasebenza njenge Miswaak. (Uma iMiswaak ingekho). 6. IMiswaak akumele idlule ubude …
Read More »Indlela eyisunnah yokusebenzisa iMiswaak
1. Indlela yokubamba iMiswaak ukuthi umuntu abeke isthupha nocikcane ngaphansi kweMiswaak bese eminye iminwe ibe ngenhla kweMiswaak. 2. Bamba iMiswaak ngesandla sokudla bese uqale ukuhlanza amazinyo ngecala lwesokudla. 3. Xubha amazinyo usuke kuhlangothi elilodwa uye kwelinye bese uhlanza ulwimi kusukela phansi uyephezulu. عن أبي موسى رضي الله عنه قال دخلت …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 8
28. Funa iLailatul Qadir ezinsukwini eziwugweje ezinsukwini eziyishumi zokugcina zika Ramadaan. عن أنس بن مالك قال دخل رمضان فقال رسول الله صلى الله عليه وسلم إن هذا الشهر قد حضركم وفيه ليلة خير من ألف شهر من حرمها فقد حرم الخير كله ولا يحرم خيرها إلا محروم (سنن ابن ماجه، …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 7
24. Kumele wenze iIftaar (ukuqaqa ukuzila) masinyane umakushone ilanga. عن سهل رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم لا يزال الناس بخير ما عجلوا الفطر (سنن الترمذي، الرقم: 699) UHazrat Sahl (radiyallahu ‘anhu) ubika ukuthi uRasulullah wathi, “Abantu bayo qhubeka babe nokulunga uma besheshe beqaqe ukuzila …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 6
21.Kunezibusiso eziningi ekuvukeleni iSehri, Ngakho ke kumele uphelelise iSunnah yokuzila ngokuvukela iSehri. عن أبي سعيد الخدري رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم السحور اكله بركة فلا تدعوه ولو أن يجرع أحدكم جرعة من ماء فإن الله عز وجل وملائكته يصلون على المتسحرين (مسند أحمد، الرقم: …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 5
17. Yenza lezi zenzo ngobuningi ngenyanga kaRamadhaan : (a) Ukusho iKalima “laa ilaaha illallaah. (b) Istighfaar (ukucela intethelelo). (c) Ukucela ukungeniswa eJannah(ezulwini). (d) Ukucela ukuvikelwa kwisihogo. عن سلمان رضي الله عنه قال خطبنا رسول الله صلى الله عليه و سلم في آخر يوم من شعبان… واستكثروا فيه من أربع خصال …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 4
14. Gwema izingxabano nokulwa ngesikhathi uzilile. Uma kukhona okuchukuluzayo, mazise ngokuzithoba uthi, ” Ngizilile.” عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم وإذا كان يوم صوم أحدكم فلا يرفث ولا يصخب فإن سابه أحد أو قاتله فليقل إني امرؤ صائم (صحيح البخاري، الرقم: 1904) …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 3
10. Uma unawo amandla okunikeza i Iftaar (ukudla kokuqaqa ukuzila) kumuntu ozilile, kwenze noma ngabe lokho kusho ukumnika iDate (isundu) elilodwa. عن زيد بن خالد الجهني قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من فطر صائما كان له مثل أجره غير أنه لا ينقص من أجر الصائم شيئا (سنن …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 2
6. Cela intethelelo wenze idu’a kaningi ingekaqali inyanga kaRamadhaan. 7. Zama ukuqeda yonke imisebenzi kanye nezinye izidingo ngaphambi kokuthi iqale ukuze uma iqala sonke isikhathi sakho usinikele ekukhonzeni (ibaadaat). عن عبادة بن الصامت رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه و سلم قال يوما وحضر رمضان أتاكم رمضان …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan – 1
1. Qala ukulungiselela inyanga ka Ramadhaan kusanesikhathi. Abanye babakhonzi abaqotho baphambilini babeye baqale ukulungiselela kusasele izinyanga eziyisithupha. 2. Uma inyanga ka Rajab iqala shono ledu’a : اَللّٰهُمَّ بَارِكْ لَنَا فِيْ رَجَبٍ وَّشَعْبَان وَبَلِّغْنَا رَمَضَان “O Allaah! Sibusise kule nyanga ka Rajab no Sha’baan, futhi usingenise kwinyanga ka Ramadhaan”. عن أنسٍ …
Read More »