Iazaan ne Ikaamah

Iazaan – Ukusungulwa Kwayo Nokuqala Kwayo – 2

Ngaphambi kokuthi amaSahaabah ahambe emhlanganweni kaRasullulah (sallalahu alayhi wasallam), uUmar (radhiyallahu anhu) wabeka umbono kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) ngoba udaba lalungakafiki esiphetweni ukuthi okwesikhashana kubekhona  umuntu ozobekwa ukuthi ahambe ebiza abantu ukuze bezokwenza iSalaah njalo uma isikhathi singenile. URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathatha umbono kaUmar (radiyallahu anhu) wase ebeka uBilaal …

Read More »

Iazaan – Ukusungulwa Kwayo Nokuqala Kwayo – 1

Ngenkathi uRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) enza iHijrah (ufuduko) eya eMadinah Munawwarah, wakha iMusjid. Emuva kokwakha iMusjid wabonisana namaSahaabah (abalandeli bakhe) ngokuthi eyiphi indlela engase isetshenziswe ukubiza abantu ukuze bezothandaza iSalaah. Kwakuyisifiso esikhulu enhliziyweni kaRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) ukuthi bonke abalandeli bahlangane benze iSalaah ndawonye eMasjid. URasulullah (sallallahu alayhi wasallam) waye …

Read More »