Ukuphana kwaHadrat Zubayr (radiyallahu anhu)

Ukuphana kwaHadrat Zubayr (radiyallahu anhu)

UHishaam bin Urwah (radiyallahu anhu) ubika ukuthi amaSahaabah awu (7) abeka uHadrat Zubayr (radiyallahu anhu) ukuthi alawule ifa labo uma bengasekho la emhlabeni. Phakathi kwa lamaSahaabah kade kukhona uHadrat Uthmaan, uHadrat Abdur Rahmaan bin Auf, uHadrat Miqdaad noHadrat Abdullah bin Mas’ood (radiyallahu anhum). Emva kokushona kwabo, uHadrat Zubayr (radiyallahu) wagcinela izingane zabo ezincane umcebo wazo, kade ejwayele ukubondla ngemali yakhe yodwa.

About admin

Check Also

Umphatheli Okhethekile Walesizwe

Ukuthembeka Okukhulu KwaHadrat Abu Ubaydah bin Jarrah (radiyallahu anhu) Emvakokuthi abantu baseNajraan bamukele iIslaam, bafika …