Iazaan ne Ikaamah

Ukuphendula IAzaan

IAzaan ibalwa ezimpawini ezibalulekile kwiIslam. Uma iAzaan ibalulekile kakhulu kanje kwiIslam, kumele siyikhombise inhlonipho ngokuwaphinda amagama eAzaan futhi singazibandakanyi ngezinkulumo zomhlaba ngalesosikhathi. Ezomthetho zibhalile ukuthi akulungile ukuzibandakanya ngezinkulumo zomhlaba ngesikhathi seAzaan. 1. Uma uzwa iAzaan, phendula iAzaan ngokuphinda amagama ashiwo UMuazzin. Ngokwesibonelo, uma uzwa uMuazzin ethi الله اكبر الله اكبر …

Read More »

Indlela Yokusho IAzaan YeFajr

Uma usho iAzaan yeFajr, uzosho iAzaan ngalendlela ekuchazwe ngayo ekuqaleni. Umehluko ukuthi uzosho lamagama alandelayo kabili emuva kokusho u حي على الفلاح (hayya alal falaah). الصلاة خير من النوم ISalaah ingcono kunobuthongo. عن محمد بن عبد الملك بن أبي محذورة عن أبيه عن جده قال قلت يا رسول الله علمني …

Read More »

Indlela Efanelekile Yokuphimisa Amagama EAzaan

Uma usho iAzaan kumele uzame ukuphimisa wonke amagama ngendlela efanele. Ngakho-ke amaphuzo alandelayo abalulekile kumele ehlezi emqoka: 1. Uma uhlabelela اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ, lenhlamvu ewu ر ku اكبر wokuqala ingafundwa ngosukoon (  ْ) ngaphandle kokuyihlanganisa negama u الله (Allahu), noma ngoFa-tha (  َ ) ngokuyhlanganisa egameni u الله (Allahu). Ukuyisho ngenye …

Read More »

Amagama eAzaan 

IAzaan inezigaba eziyiskhombisa. lezozigaba ilezi ezilandelayo: 1.Qala ngokuthi : اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. اَللهُ أَكْبَرْ اللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. 2.Okwesbili, ithi: أَشْهَدُ أَلَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ Ngiyafakaza ukuthi akekho ofanelwe ukukhonzwa ngaphandle kwaAllah. أَشْهَدُ أَلَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهْ Ngiyafakaza ukuthi akekho ofanelwe …

Read More »

Indlela EyiSunnah Yokusho IAzaan – 7

16. Uma wenza amakadha amaningi (amaSalaah ongawenzanga ngesikhathi) Kanye Kanye, kuvumelekile ukwenza iAzaan ehlukene yeSalaah eyodwa, futhi kuvumelekile ukuthi wanelise ngeAzaan eyodwa kuwona wonke amaSalaah ozowenza, kepha, ilKaamah kumele yenzelwe wonke amaSalaah. عن أبي عبيدة بن عبد الله بن مسعود قال قال عبد الله إن المشركين شغلوا رسول الله صلى …

Read More »

Indlela EyiSunnah Yokusho IAzaan – 6

14. Shiya iskhathi esanele phakathi kweAzaan ne ikaamah ukuze abantu bakwazi ukuqela izidingo zabo balungisele iSalaah. kodwa, iSalaah yeMaghreb kumele yenziwe masinyane emuva kweAzaan. عن جابر رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال لبلال إذا أذنت فترسل وإذا أقمت فاحدر واجعل بين أذانك وإقامتك قدر ما …

Read More »

Indlela EyiSunnah Yokusho IAzaan – 5

12. Ungawashintshi amagama eAzaan futhi ungayisho iAzaan ngendlela eyenza ukuthi amagama eAzaan aguquliwe. عن يحيى البكاء قال قال رجل لابن عمر رضي الله عنهما إني لأحبك في الله فقال ابن عمر رضي الله عنهما لكني أبغضك في الله قال ولم قال إنك تتغنى في أذانك وتأخذ عليه أجرا (مجمع الزوائد، …

Read More »

Indlela EyiSunnah Yokusho IAzaan – 4

9. Faka iminwe le eyinkombisa ezindlebeni noma umboze izindlebe ngayo yonke iminwe. عن عبد الرحمن بن سعد بن عمار بن سعد مؤذن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال حدثني أبي عن أبيه عن جده أن رسول الله صلى الله عليه وسلم أمر بلالا أن يجعل أصبعيه في أذنيه وقال …

Read More »

Indlela EyiSunnah Yokusho IAzaan – 3

6. Bhekisa kwiKiblah uma usho iAzaan. عن معاذ بن جبل رضي الله عنه قال… فجاء عبد الله بن زيد رجل من الأنصار وقال فيه فاستقبل القبلة… (سنن أبي داود، الرقم: 507) UHazrat Mu’aaz bin Jabal (radhiyallahu anhu) ubika uthi, “UHazrat bin Zaid (radhiyallahu anhu), lo osuka eqenjini lama Ansaar, wafika …

Read More »