Ingxenye yesibili yaleli vesi iyisimemezelo somuntu obeka ithemba lakhe kuAllah kuphela. ukungabeki ithemba kunoma iyiphi indalo ukufeza izidingo zomuntu. Kufanele kuqondwe ukuthi lo mhlaba ungumhlaba wesizathu nomphumela. Njengoba iyizwe lembangela nomphumela, iShari’ah (umthetho weIslam) ifundisa umuntu ukwamukela izindlela eziHalaal (ezivumelekile) zokufeza izidingo zomuntu. Ngakho, ngaleso sikhathi sesidingo, umuntu uthola usizo …
Read More »Ezinye Izibonelo zeShirk
Ezinye izibonelo ezingena ngaphansi kwesigaba seshirk (ukuhlanganisa omunye umuntu noma into noAllah: 1. Ukwenza iminikelo komunye umuntu ngaphandle kuka-Allah, isibonelo ukuhlaba isilwane egameni lomuntu ongcwele 2. ukuthandaza komunye umuntu ngaphandle kukaAllah , ngesikhathi sokuswela noma usizi, kungakhathaliseki ukuthi lomuntu omthandazayo ufile noma uyaphila 3. ukukhothama kunoma ubani ngaphandle kukaAllah. 4. …
Read More »Ukubuza Abafundisi Ukuze Uthole Isiqondiso
Lokhu akumele kuphambaniswe, noma kanjani ukuthi akuvumelekile ukuthi ubuze abafundisi izindaba eziphathelene nenkolo. Isizathu salokho ukuthi kwiKuraan uAllah ulaya laba abanganalo ulwazi ukuthi babuze laba abanolwazi ukuze bezothola Isiqondiso kwinkolo. UAllah uthi: فَسۡـَٔلُوۡۤا اَهلَ الذِّکۡرِ اِنۡ کُنۡتُمۡ لَا تَعۡلَمُوۡنَ ﴿ۙ۴۳﴾ Buza abantu abaziyo uma unganalo ulwazi. Noma kunjalo, abantu bolwazi …
Read More »Incazelo Yenxgenye Yokuqala (uwena kuphela esimkhonzayo)
Njengoba kuchaziwe phambilini, ukuthi igama elithi “Ibaadah” lichaza ukuzithoba kakhulu ngokukhombisa uthando nenhlonipho. Kusobala ukuthi lokuzithoba akufanelwe omunye umuntu ngaphandle kwaAllah. Ngokufanele, uma ukhombisa noma ubani ukuzithoba kwalenhlobo futhi uthobele umthetho wakhe ngokuphula umthetho kaAllah lokho kuzothathwa njengeShirk (ukuhlanganisa ukukhonza uAllah nomunye umuntu). Kulokhu sithola ulwa lokuthi iShirk (ukuhlanganisa ukukhonza …
Read More »Imfihlo YeSurah Faatihah
AmaUlama (abafundisi) abachaza iKuraan bathi ubuhle beSurah Faatihah kutholakala kulelivesi “اياك نعبد وإياك نستعين” (uwena kuphela esimkhonzayo futhi uwe kuphela esicela usizo). Uma sihlola lelivesi sithola ukuthi linezingnxenye ezimbili. Ingxenye eyokuqala, “nguwe kuphela esimkhonzayo, ingxenye eyesbili,” futhi nguwe kuphela esicela usizo. ” Ingxenye eyokuqala yalelivesi imemezele ukubamsulwa kwiShirk nokuhlanganisa uAllah …
Read More »Umqondo Walama Vesi Amathathu Okuqala
Kulama vesi amathathu adlule umuntu uyakwamukela ukuthembela kwakhe kuAllah ngakho konke okudlule, okwenzekayo nokusazokwenzeka. Evesini elokuqala uAllah uchaza ukuthi nguye inkosi yemihlaba yonke. UAllah uthi, “Ukudumisa konke okwaAllah, Nkosi yemihlaba yonke.” kulelivesi sibona ukuthi uAllah yedwa kuphela, owaletha indalo futhi uye kuphela oyondlayo futhi uyayinakekela kuzo zonke izigaba zempilo yayo. …
Read More »Ukubhekisa kuAllah Kuphela Uma Udinga Usizo
إياك نعبد وإياك نستعين Uwe kuphela esimkhonzayo futhi uwe kuphela esicela usizo. Ngolwimi lamaArab, igama elithi “Ibaadah” lichaza ukuzithoba kakhulu ngenxa yothando nenhlonipho nokuzinikela kumuntu. Leluhlobo lokuzinikela ngenxa yothando nenhlonipho lilungele uAllah kuphela. Ingakho sithi, “Uwe kuphela esimkhonzayo,” empeleni sisuke simemezela ukuthi sizinikelile ngokuphelele ekumlaleleni nokumkhonza ngenxa yothando nenhlonipho ejulile …
Read More »Isimo Salana Emhlabeni Umasiqhathaniswa Nesimo Sakwelizayo
UAllah wadala umhlaba ukuthi kube indawo yokwenza izenzo wase futhi wadala umhlaba wakwelizayo ukuze umuntu athole umvuzo wezenzo zakhe. Uma umuntu eletha iImaan futhi enze izenzo ezinhle la emhlabeni. Uyothola umvuzo wezenzo zakhe ngokunikwa iJannah (izulu). Ngokufanayo uma umuntu enza izenzo ezibi futhi angayilethi iImaan empilweni yakhe aphile impilo yokungakholwa …
Read More »Umnikazi Wosuku Lokwahlulela
ملك يوم الدين Mnikazi wosuku lokwahlulela. Noma ngabe uAllah engumnikazi wendalo yonke nayo yonke into emhlabeni, uAllah uzichaza kulevesi njengomuntu owumnikazi wosuku lokwahlulela uqobo lakhe. Abafundisi bachaza ukuthi isizathu salokho ukuthi uAllah unike umuntu amandla okuba umnikazi wezinto ezithile futhi uAllah unike abantu abathile igunya lokuphatha abantu nokuphatha umhlaba ethize …
Read More »Onomusa, Onesihawu
الرحمن الرحیم Onomusa, onesihawu U “Ar-Rahmaan” no “Ar-Raheem” izichasiso ZikaAllah Ta’ala, ezikhombisa umusa wakhe omkhulu kakhulu. Kepha-ke, umehluko phakathi kwalezichasiso ukuthi u”Ar-Rahmaan” uchaza isimilo somusa wakhe, u”Ar-Raheem” uchaza ubukhulu bomusa wakhe.
Read More »
Alislaam.com – Zulu