Lokhu akumele kuphambaniswe, noma kanjani ukuthi akuvumelekile ukuthi ubuze abafundisi izindaba eziphathelene nenkolo.
Isizathu salokho ukuthi kwiKuraan uAllah ulaya laba abanganalo ulwazi ukuthi babuze laba abanolwazi ukuze bezothola Isiqondiso kwinkolo. UAllah uthi:
فَسۡـَٔلُوۡۤا اَهلَ الذِّکۡرِ اِنۡ کُنۡتُمۡ لَا تَعۡلَمُوۡنَ ﴿ۙ۴۳﴾
Buza abantu abaziyo uma unganalo ulwazi.
Noma kunjalo, abantu bolwazi kumele bahole abantu ngokomthetho waAllah futhi akumele babadukise ngokushintsha inkolo nokubabizela ukuthi bathobele imithetho yabo.
Alislaam.com – Zulu