Ezinye Izibonelo zeShirk

Ezinye izibonelo ezingena ngaphansi kwesigaba seshirk (ukuhlanganisa omunye umuntu noma into noAllah:

1. Ukwenza iminikelo komunye umuntu ngaphandle kuka-Allah, isibonelo ukuhlaba isilwane egameni lomuntu ongcwele

2. ukuthandaza komunye umuntu ngaphandle kukaAllah , ngesikhathi sokuswela noma usizi, kungakhathaliseki ukuthi lomuntu omthandazayo ufile noma uyaphila

3. ukukhothama kunoma ubani ngaphandle kukaAllah.

4. ukwenza i-tawaaf (ukuzungeza) eduze komuntu noma into ngaphandle kwendlu ka-Allah , -(i-Ka’bah Shareef) .

About admin

Check Also

Uhlelo LobuNkulunkulu luka-Allah USomandla

Kuleli vesi, uAllah usiyale ukuba silandele izinceku zakhe ezithembekile, njengoba kuyibo abayaziyo indlela eqondile. Isizathu …