Monthly Archives: January 2024

Isixwayiso Esinzimza SikaRasulullah (sallallahu alaihi wasallam)

Umyalezo Osuka KuHazrat Sa’d (radhiyallahu anhu) Obhekise KumaMuslim. Ngenkathi Kuyimpi yaseUhud uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wabuza, “Ukephi uSa’d bin Rabee? anginalo ulwazi ngesimo sakhe”. Emuvakwalokho omunye wamaSahabaah wathunywa ukuthi akayomcinga. Wahamba wayomfuna lakade kulele khona abafileyo waqala wamemeza igama likaHazrat Sa’d (radhiyallahu anhu) ukuze abone ukuthi uyaphila yini. Kwenye indawo …

Read More »

Izingelosi Zidlulisela IDurood KuRasullulah (sallallahu alayhi wasallam)

عن ابن عباس قال: ليس أحد من أمة محمد يصلي على محمد أو يسلم عليه إلا بلغه يصلي عليك فلان ويسلم عليك فلان (مسند إسحاق بن راهويه، الرقم: 911، رجاله ثقات إلا أبا يحيى القتات، ففيه ضعف.) UHazrat Ibnu Abbaas (radhiyallahu anhu) wake washo lokhu okulandelayo, “Akekho umuntu wesizwe sikaRasulullah …

Read More »

Ukuphendula IAzaan

IAzaan ibalwa ezimpawini ezibalulekile kwiIslam. Uma iAzaan ibalulekile kakhulu kanje kwiIslam, kumele siyikhombise inhlonipho ngokuwaphinda amagama eAzaan futhi singazibandakanyi ngezinkulumo zomhlaba ngalesosikhathi. Ezomthetho zibhalile ukuthi akulungile ukuzibandakanya ngezinkulumo zomhlaba ngesikhathi seAzaan. 1. Uma uzwa iAzaan, phendula iAzaan ngokuphinda amagama ashiwo UMuazzin. Ngokwesibonelo, uma uzwa uMuazzin ethi الله اكبر الله اكبر …

Read More »

IImaan YamaSahaabah (radhiyallahu anhum) Iwuphawu Lokubonisa Impumelelo

Uthando LaHazrat Ali (radhiyallahu anhum) LikaRasulullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngobusuku la uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) waye kade eqala uhambo lakhe oluya eMadinah, abangakholwa babe kade bezungeze indlu yakhe ngenhloso yokumbulala. URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) walayeza uHazrat Ali (radhiyallahu anhu) ukuthi achithe ubusuku bakhe endlini yakhe ukuze abangakholwa bezocabanga ukuthi ukhona …

Read More »