AmaUlama (abafundisi) abachaza iKuraan bathi ubuhle beSurah Faatihah kutholakala kulelivesi “اياك نعبد وإياك نستعين” (uwena kuphela esimkhonzayo futhi uwe kuphela esicela usizo). Uma sihlola lelivesi sithola ukuthi linezingnxenye ezimbili. Ingxenye eyokuqala, “nguwe kuphela esimkhonzayo, ingxenye eyesbili,” futhi nguwe kuphela esicela usizo. ” Ingxenye eyokuqala yalelivesi imemezele ukubamsulwa kwiShirk nokuhlanganisa uAllah …
Read More »Monthly Archives: December 2025
Indlela Yokusondela KuAllah
UKa’ab Ahbaar (iTabi’ee ekade lingumfundisi omkhulu wamaJuda ngaphambili kokuthi amukele iIslaam) ubika ukuthi : UAllah wathi kuMoosa (alayhisallaam), “Unaso isifiso sokusondela kimi, ukusondela okudlula ukukhuluma kwakho kunolimi lakho noma imizwa yakho yangaphakthi enhlizweni yakho noma ukusondela komphefumulo wakho nomzimba wakho noma ukubona kwakho kunamehlo akho?“ uMoosa (alayhisallaam) waphendula ngokuvuma. UAllah …
Read More »Ukufihlwa
Kuyiqiniso elingaphikiswa ukuthi ukubunjwa komzimba womuntu wesifazane uhlukile kunomzimba womuntu wesilisa. IShariah (umthetho weIslam) ibeke umthetho ocacile nobonakalayo mayelana umuntu wesifazane nomuntu owesilisa. Isizathu sokuhluka kwemithetho womuntu wesilisa nomuntu wesifazane ukuthi abantu besifazane balaywe ukuthi noma yini abafisa ukuyenza kumele bayenze ngendlela efihlekile. Lomehluko utholakala nasendleleni yokuma kwiSalaah. Umuntu wesifazane …
Read More »Othandekile KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam)
UHadrat Abu Ubaydah bin Jarrah (radiyallahu anhu) Uphuma Amazinyo Empini YaseUhud Ngenkathi kuyimpi yaseUhud. UHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wahlaselwa izitha kanzima, okwadala ukuthi izinsimbi ezimbili zesgqoko sakhe sokuzivikela zangena ebusweni baRasullullah (sallallahu alayhi wasallam). UHadrat Abu Bakr (radiyallahu anhu) noHadrat Abu Ubaydah (radiyallahu anhu) bagijima bayosiza uRasullullah (sallallahu alayhi …
Read More »
Alislaam.com – Zulu