IRuku NeKawma (ukugoba nokuguqa)

1. Uma usuqedile ukusho iSurah Faatiha neKiraat (enye ingxenye YeKuraan) phinda usho iTakbeer (ukuthi Allahu Akbar) ngaphandle kokuphakamisa izandla uye kwiRuku (ugobe).

isaziso: ITabeer-e-Intikaaliyah (iTakbeer eshiwo uma usuka endaweni eyodwa uyakwenye) kumele uyisho uma usuka ugcine la uzomela khona.

2. Qinisekisa ukuthi iqolo lakho liqondile umawenza iRuku. Ngokufanayo imibande ( kuchaza ukuthi amadolo kuyaphansi) kumele kuqonde kanye nendololwane.

3. Kumele ikhanda liqonde kanye nomqolo. Akumele uliphakamise noma ulehlise.

4. Bamba amadolo ngokuqinisa izandla uzivule.

About admin

Check Also

Izibusiso ze-Kuran Eziqhubeka Ngemuva Kokushona Komuntu

Njengoba nje izibusiso ze-Kuran Majeed zijatshulelwa kulo mhlaba, kanjalo-ke izibusiso ze-Kuran Majeed ziyaqhubeka nokufinyelela empilweni …