admin

Ukusho IDurood Endaweni La Abantu Bebudedengu

عن أبي وائل قال : ما شهد عبد الله مجمعا ولا مأدبة فيقوم حتى يحمد الله ويصلي على النبي صلى الله عليه وسلم وإن كان مما يتبع أغفل مكان في السوق فيجلس فيه فيحمد الله ويصلي على النبي صلى الله عليه وسلم (المصنف لابن أبي شيبة، الرقم: 30429، ورواته ثقات) …

Read More »

Isikhundla Esikhulu SikaHadrat Umar (radiallahu anhu)

Ukuzithoba KukaHadrat Umar (radiallahu anhu) UHadrat Miswaar bin Makhramah (radiallahu anhu) ubika ukuthi ngenkathi uHadrat Umar (radiallahu anhu) egwaziwe. Wakhathazeka waba nosizi lweUmmah (isizwe). UHadrat Ibn Abbaas (radiallahu anhu) wamduduza ethi: “O Mphathi wamaMuslim! Asikho isidingo sokuthi ukhathazeke. Uhlalisane noRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) futhi wafeza amalungelo okuhlalisana naye. Futhi uRasullullah …

Read More »

Ukusho IDurood Uma Kukhona Into Oyikhohliwe

عن أنس رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: إذا نسيتم شيئا فصلوا علي تذكروه إن شاء الله تعالى (أخرجه أبو موسى المديني بسند ضعيف كما في القول البديع صـ 448) UHadrat Anas (radiallahu anhu) ubika ukuthi uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi, “Uma kukhona into oyikhohliwe, …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 5

9. Yenza inhloso yeI’tikaaf (ukuhlala eMasjida) noma ngabe uzochitha isikhathi esingakanani eMasjid. 10. Uma ungena eMasjid bingelala abantu abangaphakathi ngeSalaam uma bengazibandakanyile nganoma eyipi iIbaadah (imikhonzo). Kodwa uma benza iSalaah akumele wenze iSalaam. 11. Uma ungena eMasjid yenza amaRakaat amabili eTahiyyatul Masjid uma kungesona isikhathi esiyiMakrooh (esingavumelekile) sokwenza iSalaah. عن …

Read More »

UHadrat Umar (radiallahu anhu) Uphakathi Kwabantu Abaneskhundla Esiphakeme EJannah

Inhlonipho KaHadrat Umar KaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) UHadrat Umar (radiallahu anhu) kade ehlezi amukela isikhundla esiphezulu sikaHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu) futhi akaze azibone elingana noHadrat Abu Bakr (radiallahu anhu). Ngelinye ilanga khona iqembu labantu ladumisa uHadrat Umar (radiallahu anhu) lathi, “Siyafunga ngoAllah asikaze sibone umuntu oqotho, okhuluma iqiniso …

Read More »

Ukusho IDurood Uma Kuhlanganwa

عن أنس رضي الله عنه عن النبي صلى الله عليه وسلم قال: ما من عبدين متحابين في الله يستقبل أحدهما صاحبه فيصافحه ويصليان على النبي صلى الله عليه وسلم إلا لم يفترقا حتى تغفر ذنوبهما ما تقدم منهما وما تأخر (مسند أبي يعلى الموصلي، الرقم: 2960، وفيه درست بن حمزة …

Read More »

UUmar (radiallahu anhu) Esabalalisa Iqiniso Ngokusobala

Ukukhathazeka KwaUmar (radiallahu anhu) NgeSalaah Ngosuku lolu uHadrat Umar (radiallahu anhu) kade egwazwe ngalo, kwafika uHadrat Miswaar bin Makhramah (radiallahu anhu) ezombona. Ngenkathi engena wafica uhadrat Umar (radiallahu anhu) equlekile embozwe ngeshidi. UHadrat Miswaar (radiallahu anhu) wase ebuza laba kade bekhona,” Unjani?” baphendula bathi, “Uqulekile njengoba umbona.” Ngoba kade kusele …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 4

7. Ngena eMasjid ngonyawo lwesokudla. عن أنس بن مالك رضي الله عنه أنه كان يقول من السنة إذا دخلت المسجد أن تبدأ برجلك اليمنى وإذا خرجت أن تبدأ برجلك اليسرى (المستدرك على الصحيحين للحاكم، الرقم: 791) Kubikiwe ukuthi uHadrat Anas (radiallahu anhu) wathi, “kuyiSunnah ukuthi uma ungena eMasjid, ungene ngonyawo …

Read More »

USatane Uvika Indlela (ehamba) UHadrat Umar (radiallahu anhu)

UHadrat Umar (radiallahu anhu) Uhlonipha Amakhosikazi Ahlanzekile KaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) UHadrat Aslam (Rahimahullah) isigqila sikaHadrat Umar (radiallahu anhu) sibika ukuthi uHadrat Umar (radiallahu anhu) kade enezitsha eziwu (9) ezikhethekile ezazigcinelwe ukuthumela izipho kumakhosikazi ahloniphekile kaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam). UHadrat Aslam ubika ukuthi njalo uma kade kukulethwe ukudla okumnandi, izithelo …

Read More »

AmaSunnat EMasjid – 3

6. Isho iDua eyiSunnah uma uya eMasjid, amanye amaDua ayiSunnnah : IDua Eyokuqala : Umuntu osho leDu’a elandelayo uma ephuma eya eMasjid uthola umusa okhethekile kaAllah futhi izingilosi eziwu (70000) zimenzela iDu’a yentethelelo اَللّٰهُمَّ إِنِّيْ أَسْأَلُكَ بِحَقِّ السَّائِلِيْنَ عَلَيْكَ وَأَسْأَلُكَ بِحَقِّ مَمْشَايَ هٰذَا فَإِنِّيْ لَمْ أَخْرُجْ أَشَرًا وَلَا بَطَرًا وَلَا …

Read More »