21.Kunezibusiso eziningi ekuvukeleni iSehri, Ngakho ke kumele uphelelise iSunnah yokuzila ngokuvukela iSehri. عن أبي سعيد الخدري رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم السحور اكله بركة فلا تدعوه ولو أن يجرع أحدكم جرعة من ماء فإن الله عز وجل وملائكته يصلون على المتسحرين (مسند أحمد، الرقم: …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 5
17. Yenza lezi zenzo ngobuningi ngenyanga kaRamadhaan : (a) Ukusho iKalima “laa ilaaha illallaah. (b) Istighfaar (ukucela intethelelo). (c) Ukucela ukungeniswa eJannah(ezulwini). (d) Ukucela ukuvikelwa kwisihogo. عن سلمان رضي الله عنه قال خطبنا رسول الله صلى الله عليه و سلم في آخر يوم من شعبان… واستكثروا فيه من أربع خصال …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 4
14. Gwema izingxabano nokulwa ngesikhathi uzilile. Uma kukhona okuchukuluzayo, mazise ngokuzithoba uthi, ” Ngizilile.” عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم وإذا كان يوم صوم أحدكم فلا يرفث ولا يصخب فإن سابه أحد أو قاتله فليقل إني امرؤ صائم (صحيح البخاري، الرقم: 1904) …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 3
10. Uma unawo amandla okunikeza i Iftaar (ukudla kokuqaqa ukuzila) kumuntu ozilile, kwenze noma ngabe lokho kusho ukumnika iDate (isundu) elilodwa. عن زيد بن خالد الجهني قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من فطر صائما كان له مثل أجره غير أنه لا ينقص من أجر الصائم شيئا (سنن …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 2
6. Cela intethelelo wenze idu’a kaningi ingekaqali inyanga kaRamadhaan. 7. Zama ukuqeda yonke imisebenzi kanye nezinye izidingo ngaphambi kokuthi iqale ukuze uma iqala sonke isikhathi sakho usinikele ekukhonzeni (ibaadaat). عن عبادة بن الصامت رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه و سلم قال يوما وحضر رمضان أتاكم رمضان …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan – 1
1. Qala ukulungiselela inyanga ka Ramadhaan kusanesikhathi. Abanye babakhonzi abaqotho baphambilini babeye baqale ukulungiselela kusasele izinyanga eziyisithupha. 2. Uma inyanga ka Rajab iqala shono ledu’a : اَللّٰهُمَّ بَارِكْ لَنَا فِيْ رَجَبٍ وَّشَعْبَان وَبَلِّغْنَا رَمَضَان “O Allaah! Sibusise kule nyanga ka Rajab no Sha’baan, futhi usingenise kwinyanga ka Ramadhaan”. عن أنسٍ …
Read More »Imiswaak – Ubuhle Boku Sebenzisa Imiswaak
1. Ukusebenzisa iMiswaak kwandisa imvuzo yeSalah izihlandla ezingamashumi ayiskhombisa عن عائشة رضي الله عنها قالت قال رسول الله صلى الله عليه وسلم فضل الصلاة التي يستاك لها على الصلاة التي لا يستاك لها سبعين ضعفا (المستدرك على الصحيحين للحاكم، الرقم: ٥١٥)[1] UHazrat Aisha (radhiyallahu ‘anha) uthi uRasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam) …
Read More »AmaFaraaidh eGhusl
AmaFaraaidh eGhusl 1. Ukuhahaza umlomo ngendlela yokuthi amanzi afike yonke indawo. 2. Ukufaka amanzi emakhaleni kuze kufike ethanjeni. 3. Ukuthela umzimba wonke ngamanzi. AmaSunnat eGhusl 1. Ukwenza inhloso yokususa konke ukungcola ukuze ube msulwa. 2. Uma iSatr imbozekile yisho uBismillah. 3. Geza izandla kufike esihlakaleni kathathu. 4. Ukugeza izitho zangasese …
Read More »Ubuhle Bewudhu
23. Hlanza zonke izitho (zewudhu) ngokulandelana ungaphumuli kumbe ume phakathi nendawo.
24. Ungaxoxi uma wenza iwudhu.
25. Ungawamoshi amanzi.
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 3
16. Qinisekisa ukuthi wenza amarakaat angamashumi amabili omkhuleko iTaraweeh njalo ebusuku. Lo mkhuleko uyinkambiso (sunnah) egcizelelwayo kaMprofethi (ukuthula kube kuye). Ngesikhathi UHadhrat Umar (radhiyallahu ‘anhu) engumholi, wonke amaSahaabah (radhiyallahu ‘anhum) avumelana ngokuthi kwenziwe amarakaat angamashumi amabili eTaraweeh. Zama ukuthi okungenani uqede iQur’aan eyodwa (khatam) kwiTaraweeh. عن أبي هريرة رضي الله …
Read More »