Monthly Archives: July 2025

Amagama Okudumisa Lawa Ajabulisa URasullullah (sallallahu alayhi wasallam)

UImaam Tabraani (rahmatullah alayhi) ubika iDua ebhukwini lakhe ewake wabusiswa ngokubona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ephupheni ngayo. Ephupheni, uRasullullah wabonaka njengoba echazsa kumaHadeeth. UImaam Tabraani (rahmatullah alayhi) wabingelela uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ngeSalaam wase ethi, “O Sithunywa sikaAllah (sallallahu alayhi wasallam)! UAllah unginike ugqozi lokusho la amazwi amancane.” URasullullah (sallallahu …

Read More »

Umlayezo WeSurah Fatiha

Uma uhlola isahluko seSurah Fatiha, uzobona ukuthi umyalezo kaAllah umayelana nokuthi umuntu uyenza kanjani iDua (ukukhuleka) kuAllah futhi acele isiqondiso kuye. Kepha-ke kuleSurah umuntu ucela uAllah ukuthi amakhombise indle yalaba abakhethile futhi amvikele endleleni yalaba abathola ukuthukuthela kwakhe futhi nendlela yalaba abalahlekile. UAllah uyawuphendula umkhulekho womuntu ngokumnika isiqondiso esethulwa kwinxenye …

Read More »

Qiyaam (ukuma) – 2

6. Emvakoku phakamisa izandla wazisondeza emadlebeni, yisho iTakbeer (uAllahu Akbar) 7. Hlisa izandla zakho ngenkathi usayisho iTakbeer uzigoqe ngaphansi kwenkaba. 8. Beka isandla sokudla ngaphezulu kwesandla sonxele. 9. Hlanganisa isithupa nocicane wesandla sokudla engalweni yesonxele ubese ubeka leminwe emithathu engalweni yesonxele. 10. Amehlo akho akumele azulazule yonke indawo kumele abheke …

Read More »

URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Udumisa Usa’d (radiyallahu anhu)

Ukugxila KukaHadrat Hadrat Sa’d (radiyallahu anhu) KwiImaan UAbu Uthmaan (radiyallahu anhu) ubika ukuthi uHadrat Sa’d (radiyallahu anhu) wathi: Lelivesi elilandelayo lethulwa mayelana nami: وَ وَصَّیۡنَا الۡاِنۡسَانَ بِوَالِدَیۡه حُسۡنًا  وَ اِنۡ جَاهدٰکَ لِتُشۡرِکَ بِیۡ مَا لَیۡسَ لَکَ بِه عِلۡمٌ فَلَا تُطِعۡهمَا Saqoka ukuthi umuntu abenomusa kubazali bakhe, futhi uma bekuphoqa ukuthi …

Read More »

ISurah (isahluko) Eyokuqala

ISurah Fathiha iSurah eyokuqala kwiKuraan. Akusiyona iSurah eyokuqala kuphela ngokulandelana kwezahluko kodwa isurah ekade yethulwa ngoAllah phambilini, Kepha-ke amavesi eSurah Mudassir neSurah Alaq iwona ethulwa kuqala. Kodwa ayikho iSurah eyethulwa ngokuphelele ngaphambili kwayo. Isizathu sokubekwa kweSurah Fatiha kuqala kunamanye amaSurah ingoba iveza ubuhle beKuraan futhi esihlokweni sayo ihlanganisa izindaba ezintathu …

Read More »

IDurood Efundiswa URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Ephupheni

UKamaal Ad-Dameeri (rahmatullah alayhi) ubika ebhukwini ekuthiwa iSharhul-Minhaaj ukuthi uShaykh Abu Abdilllah bin Nu’maan wabusiswa ngokubona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ephupheni lakhe kawu (100). Ephupheni lakhe lokugcina la wabona khona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam), wabuza, “O Sithunywa sikaAllah (sallallahu alayhi wasallam)! Eyiphi iDurood enhle kakhulu enginga yishk kuwe?” URasullullah (sallallahu …

Read More »

IDua Ekhethekile KaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Enzela UHadrat Sa’d (radiyallahu anhu)

UHadrat Sa’d (radiyallahu anhu) Uvikela URasullullah (sallallahu alaihi wasallam) UHadrat Ayesha (radiyallahu anhu) ulandisa uthi: Emva kokufika eMadina Munawwarah, ngelinye ilanga uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wahluleka ukulala (ngenxa yovalo lokuhlaselwa izitha). Ngaleyonkathi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wenza isimemezelo ethi, “Ngifisa engathi kungaba khona inceku ezongvikela namhlanje ebusuku.” Ngenkathi sisamile kanjalo, …

Read More »