Sunnats and Adaab

Ubuhle Bomuntu Ohamba Aye EMasjid Ukuyowenza ISalaah – 2

3. Abantu abazijwayeza iMasjid banikwa isikhundla esisondele kuAllah futhi bayizigqila ezikhethekile kuAllah. عن أنس بن مالك رضي الله عنه قال سمعت رسول الله صلى الله عليه وسلم يقول إن عمار بيوت الله هم أهل الله عز وجل (مجمع الزوائد، الرقم: 2030) UHadrat Anas (radiallahu anhu) ubika ukuthi uRasullullah (sallallahu alaihi …

Read More »

Ubuhle Bomuntu Ohamba Aye EMasjid Ukuyowenza ISalaah – 1

  1. Ukwenza iWudhu endlini ube usuhamba phansi uye eMasjid kuyindlela Yokuthi kube intethelelo yezono zomuntu nokukhuphulwa kwesikhundla sakhe. عن أبي هريرة رضي الله عنه قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من تطهر في بيته ثم مشى إلى بيت من بيوت الله ليقضي فريضة من فرائض الله كانت …

Read More »

Ubuhle BeMasjid – 1

 1. AmaMasjid amenyezelwe ukuba yizindawo ezithandekile kakhulu kuAllah. عن أبي هريرة أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال أحب البلاد إلى الله مساجدها وأبغض البلاد إلى الله أسواقها (صحيح مسلم، الرقم: 671) UAbu Hurairah (radiallahu anhu) ubika ukuthi uRasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi, “Izindawo ezithandekile kakhulu kuAllah amaMasjid futhi …

Read More »

Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah – 4

7. Umbuzo: Uma uzwa amaAzaan amaningi asuka emaMasjid ahlukene, kumele uwaphinde amazwi awonke amaMasjid futhi uphinde wenze iDua ehlukene yawona wonke amaMasjid? Cela uchaze umthetho womuntu ophakathi eMasjid nomuntu ongaphandle kweMasjid.  Impendulo : Uma uphakathi eMasjid ngenkathi kwenziwa iAzaan ngaleyonkathi uzwa amaAzaan ahlukene asuka kwamanye amaMasjid, kumele uphinde amazwi eAzaan …

Read More »

Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah – 2

3. Umbuzo: Uma ukwenza iAzaan ngaphakathi kweMasjid kuMakrooh (yinto engathandekile) pho yinidaba iAzaan le eyenziwa ngaphambili kweKhuthuba yenzelwe ngaphakathi kweMasjid? Impendulo: Umthetho weAzaan le eyenziwa ngaphambili kweKhuthuba uhlukile kunomthetho weAzaan le yamaSalaah ansuku zonke. Mayelana naleAzaan (le yeKhuthba) iSunnah yakhona ukuthi yenzelwe ngaphakathi kweMasjid. Inhloso yaleAzaan eyenziwe eduze kweMimbar ukuthi …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani – 3

12. Kuvumelekile ukuthi owesifazane azihlabele isilwane sakhe kodwa 13. Ungasihlabi isilwane ngaphambili kwezinye izilwane. 14. Uma uhlaba kumele usebenzise ummese obukhali futhi kumele uhlabe ngokusheshisa. Ungasizwisi isilwane izinhlungu ngokusebenzisa ummese obuthuntu noma ngokwenza kancane. عن عبد الله بن عمر رضي الله عنهما قال: أمر رسول الله صلى الله عليه وسلم …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani – 2

6. KuyiSunnah ukugwema ukudla ekuseni ngosuku lweEid ul Adha kuze kubuywe kwiEid Salaah. عن ابن بريدة عن أبيه رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم كان لا يخرج يوم الفطر حتى يأكل وكان لا يأكل يوم النحر حتى يرجع (سنن ابن ماجة، الرقم: 1756) UHadrat Buraidah (radiallahu …

Read More »

AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani

 1. IKurbaani iyiIbaadah (indlela yokukhonza) enkulu kwiIslaam. Kunenkulumo ekhethekile kwiKuraan mayelana neKurbaani, ubuhle bayo obukhulu futhi ukubaluleka kwayo kugcizeleliwe kwiKuraan namaHadeeth kaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam). UAllah uthi : لَنۡ یَّنَالَ اللّٰه لُحُوۡمُها وَلَا دِمَآؤُها وَلٰکِنۡ یَّنَالُه التَّقۡوٰی مِنۡکُمۡ “Akusiyona inyama noma igazi (lesilwane) elifikela kuAllah eskhundleni salokho ubuqotho benhliziyo okufinyelela …

Read More »

Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah

1. Umbuzo: Ngabe kumele osho iIkaamah abhekise ikhanda lakhe kuhlangothi lwesokudla nakwe lwesonxele uma esho u حي على الصلاة no حي على الفلاح. Impendulo : kunemibono emithathu kulumbuzo: Umbono wokuqala ukuthi uMuazzin angeke aze abhekise ikhanda kuhlangothi lwesokudla no lwesonxele uma esho u حي على الصلاة no حي على الفلاح. …

Read More »