Ukuphinda amazwi eIkaamah kuyefana nokuphinda amazwi eAzaan, umehluko ukuthi uma uzwa u قد قامت الصلاة kumele uthi : أَقَامَهَا اللهٌ وَأَدَامَهَا Engathi uAllah angayisungula (isalaah) futhi ayilondoloze عن أبي أمامة أو بعض أصحاب رسول الله صلى الله عليه وسلم أن بلالا أخذ في الإقامة فلما أن قال قد قامت الصلاة …
Read More »Indlela EyiSunnah Yokusho IIkaamah – 2
4. Kuncono ukuthi iIkaamah ishiwo umuntu owenze iAzaan. عن زياد بن الحارث الصدائي رضي الله عنه قال أمرني رسول الله صلى الله عليه وسلم أن أؤذن في صلاة الفجر فأذنت فأراد بلال أن يقيم فقال رسول الله صلى الله عليه وسلم إن أخا صداء قد أذن ومن أذن فهو يقيم …
Read More »Indlela EyiSunnah Yokusho IIkaamah
1. Yisho iIkaamah ngeHadr (ngokusho amagama ngendlela esheshayo). عن جابر رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال لبلال اذا اذنت فترسل واذا اقمت فاحدر UHadrat Jaabir (radiallahu anhu) ubika ukuthi URasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi kuBilaal (radiallahu anhu), “Uma wenza iAzaan yenze ngeTarassul (ngokusho amagama kancane …
Read More »Amazwi EIqaamah
Amazwi eIqaamah ayafana namazwi eAzaan, Kepha-ke, emva kwa حي على الفلاح (hayya alal falaah) kumele uthi: قد قامت الصلاة قد قامت الصلاة ISalaah isunguliwe, iSalaah isunguliwe. Amazwi eIqaamah ilawa alandelayo: اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, …
Read More »IDu’a Ngeskhathi SeAzaan YeMaghreb
Isho leDu’a elandelayo Ngeskhathi seAzaan yeMaghrib noma emva kweAzaan : اَللّٰهُمَّ إِنَّ هٰذَا إِقْبَالُ لَيْلِكَ وَإِدْبَارُ نَهَارِكَ وَأَصْوَاتُ دُعَاتِكَ فَاغْفِرْ لِيْ Sekufikile ubusuku kwahamba imini, nawa amazwi ezigqila zakho (oMuazzin). Ngicela ungithethelela (izono zami) عن أم سلمة رضي الله عنها قالت علمني رسول الله صلى الله عليه وسلم أن أقول …
Read More »IDua Emuva KweAzaan – 3
3. Angashiwo nalamaDu’a alandelayo : اَللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ صَلِّ عَلٰى مُحَمَّدٍ وَأَعْطِهِ سُؤْلَهُ يَوْمَ الْقِيَامَةِ O Allah! Nkosi yalesimemezelo esiphelele neSalaah esunguliwe! Thumela imikhonzo kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) futhi umnike iscelo sakhe (sokucelela indalo yonke intethelelo) ngosuku lokwahlulela. اللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ صَلِّ …
Read More »IDua Emuva KweAzaan – 2
2. Emva kokusho leDu’a eshiwo emva kweAzaan, kumele usho leDu’a elandelayo : أَشْهَدُ أَنْ لَّا إِلٰهَ إِلَّا اللهُ وَحْدَهُ لَا شَرِيْكَ لَهُ وَأَنَّ مُحَمَّدًا عَبْدُهُ وَرَسُوْلُهُ رَضِيْتُ بِاللهِ رَبًّا وَبِمُحَمَّدٍ رَسُوْلًا وَبِالْإِسْلَامِ دِيْنًا Ngiyafunga ukuthi akekho omunye unkulunkulu ngaphandle kwaAllah, uyedwa, akabambisene namuntu futhi uHazrat Muhammad (sallallahu alayhi wasallam) uyisgqila …
Read More »IDua Emuva KweAzaan
1. Emuva kweAzaan, kumele usho iDurood kumprofethi (sallallahu alayhi wasallam) ulandele ngokusho leDua elandelayo : اَللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ آتِ مُحَمَّدًانِ الْوَسِيْلَةَ وَالْفَضِيْلَةَ وَابْعَثْهُ مَقَامًا مَّحْمُوْدًانِ الَّذِيْ وَعَدْتَّهُ إِنَّكَ لَاتُخْلِفُ الْمِيْعَادْ O Allah, nkosi yalesimemezelo esiphelele neSalaah esunguliwe, nikeza umprofethi Muhammad (sallallahu alayhi wasallam) ‘iwaseelah’ (isgaba esiphezulu kakhulu eJannah) …
Read More »Ukuphendula IAzaan – 2
2. Uma uMuazzin esho uحيّ على الصلاة (hayya alas salaah) no حيّ على الفلاح (hayya alal falaah) kumele uthi لا حول ولا قوت الا بالله ( la hawla wala quwwata illa billah). Kodwa uma uphinda wona amazwi kaMuazzin ngokuthi حي على الصلاة (hayya alas salaah) futhi emuva kwalokho uthi لا …
Read More »Ukuphendula IAzaan
IAzaan ibalwa ezimpawini ezibalulekile kwiIslam. Uma iAzaan ibalulekile kakhulu kanje kwiIslam, kumele siyikhombise inhlonipho ngokuwaphinda amagama eAzaan futhi singazibandakanyi ngezinkulumo zomhlaba ngalesosikhathi. Ezomthetho zibhalile ukuthi akulungile ukuzibandakanya ngezinkulumo zomhlaba ngesikhathi seAzaan. 1. Uma uzwa iAzaan, phendula iAzaan ngokuphinda amagama ashiwo UMuazzin. Ngokwesibonelo, uma uzwa uMuazzin ethi الله اكبر الله اكبر …
Read More »