Khona umuntu owabona uAbu Hafs Al-Kaaghazi (rahmatullah alayhi) ephupheni emvakokuthi ashone. Ngenkathi ebona uAbu Hafs (rahmatullah alayhi) wambuza, “Ukuphathe kanjani uAllah?” UAbu Hafs waphendula wathi, “UAllah ube nomusa kumina, wangithethelela futhi wangifaka eJannah.” Ngenkathi uAbu Hafs ebuzwa ngesizathu sokuhlonishwa nokubusiswa ngalendlela, wathi, “Ngenkathi ngime phambili kwaAllah, walaya izingelosi ukuthi zibale …
Read More »Ukusho IDurood Eyi (1000) Nsuku Zonke
UHadrat Abul Hasan Baghdadi Ad-Daarimi (rahmatullah alayhi) uthi : Kade ngijwayele ukubona uAbu Abdillah Haamid ephupheni emva kokushona kwakhe. Ngase ngimbuza ukuthi kwenzekani ngaye wase ethu, “UAllah ungithethelelile futhi wabanomusa kimi.” Ngase ngimbuza, “Ngicela ungitshela ngesenzo esinye esinjalo, esinga ngingenisa phakathi ezulwini.” Waphendula wathi, “Yenza amaRakaat ayiNafil awu (1000) futhi …
Read More »Ilobolo ElikaHadrat Aadam (alayhisallaam)
UShaikh Abdul Haq Dehlawi (Rahimahullah) ubhala ebhukwini ekuthiwa i’Madaarijun Nubuwwah” ukuthi ngenkathi kudalwa uHadrat Hawwa (alayhasallaam), uHadrat Aadam wafuna ukukhipha isandla sakhe ukuthi amthinte. Izingelosi zathi kuye, “Bekezela kuze kwenziwe umshado ubese umnika ilobolo lakhe.” UHadrat Aadam wabuza, “Okuphi okuzoba ilobolo?” Izingelosi zaphendula zathi, “Ukusho iDurood KuRasullullah (sallallahu alayhi wasallam).” …
Read More »Amagama Okudumisa Lawa Ajabulisa URasullullah (sallallahu alayhi wasallam)
UImaam Tabraani (rahmatullah alayhi) ubika iDua ebhukwini lakhe ewake wabusiswa ngokubona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ephupheni ngayo. Ephupheni, uRasullullah wabonaka njengoba echazsa kumaHadeeth. UImaam Tabraani (rahmatullah alayhi) wabingelela uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ngeSalaam wase ethi, “O Sithunywa sikaAllah (sallallahu alayhi wasallam)! UAllah unginike ugqozi lokusho la amazwi amancane.” URasullullah (sallallahu …
Read More »IDurood Efundiswa URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Ephupheni
UKamaal Ad-Dameeri (rahmatullah alayhi) ubika ebhukwini ekuthiwa iSharhul-Minhaaj ukuthi uShaykh Abu Abdilllah bin Nu’maan wabusiswa ngokubona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ephupheni lakhe kawu (100). Ephupheni lakhe lokugcina la wabona khona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam), wabuza, “O Sithunywa sikaAllah (sallallahu alayhi wasallam)! Eyiphi iDurood enhle kakhulu enginga yishk kuwe?” URasullullah (sallallahu …
Read More »IDurood KaAbul Fadl Qoomasaani (rahmatullah alayhi)
UHadrat Abul Fadl Qoomasaani (rahmatullah alayhi) uthi: Kwake kwafika umlisa wase ndweni ekuthiwa iKhurasaan wathi kimi, “Ngenkathi ngiseMadina Munawwarah, ngabona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ephupheni wase ethi kimi, ‘Uma uhamba uya eHamdaan, ngidlusele iSalaam (ungikhonzele) kuAbul Fadhl Zeeruk.’ Ngase ngimbuza uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam), O Rasullullah (sallallahu alaihi wasallam), yini …
Read More »IDurood Yokuphepha – IDurood Tunjeena
UHadrat Moosa Zareer (rahmatullah alayhi) kade eyinceku engcwele kakhulu. Wake walandisa ngalendaba elandelayo ewake wadlula kuyo, uthi: Ngelinye ilanga nginohambo ngigibele umkhumbi okade kusondele ukuthi ucwile. Ngalesosikhathi ngavele ngaphatwa ubuthongo. Ngabona uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wase engifundisa leDurood elandelayo wase ethi kumina angiyaleze abagibeli ukuthi basho leDurood kawu(1000). Abagibeli baqala …
Read More »IDurood KaShaykh Shibili (rahmatullah alayhi) Emvakwa Yonke ISalaah
UAllamah Sakhaawi ubika lendaba elandelayo. UAbu Bakr bin Muhammed (Rahimahullah) wathi: Ngenkathi ngihleli noShaykh Abu Bakr bin Mujaahid (rahmatullah alayhi) kanti ngalesosikhathi kuqhamuke uShaykh Shibili (rahmatullah alayhi),uAbu Bakr bin Mujaahid aphakame lakade ehleli khona, wasondela phambili, wamamukela wase emqabula esiphongweni emkhombisa Inhlonipho. Ngase ngimbuza, “Kungani ukhombisa uShaykh Shibili inhlonipho engaka …
Read More »IDurood Nokudumisa Okuhle Kakhulu
Kubikiwe ukuthi uAbu Muhammad, Abdullah Al-Mowsili okade edume ngokubizwa ngoIbnul Mushtahir futhi kade eyinceku esho lokhu okulandelayo: “Umuntu ofisa ukudumisa uAllah ngendlela enhle kakhulu kunayoyonke indalo eyake yamdumisa uAllah phakathi kwabantu kusukela kulo owafika kuqala kuze kufike kulo oyofika kugcina, izingilosi ezisondele nabahlali basemazulwini nasemhlabeni futhi ufisa ukuthumela imikhonzo kumprofethi …
Read More »IDurood Enokwelapha Kwazo Zonke Izifo
Lendaba elandelayo ebhaliwe ebhukwini ekuthiwa i’Nuzhah’: Kwaku khona omuntu oyinceku okade segula kakhulu ngenxa yokuthi bengasakwazi ukuchama. Ngobunye ubusuku, wabona iphupho la ekhalaza kushaykh Shahaabuddeen bin Raslaan (rahmatullah alayhi) (okade eyinceku nomfundisi odumile) ngobunzima abhekene nakho. Ephupheni, uShaykh wathi kuye, “kwenzeka kanjani ukuthi awunalo ulwazi lento elapha zonke izifo? Qalis …
Read More »
Alislaam.com – Zulu