Iazaan ne Ikaamah

Indlela EyiSunnah Yokusho IAzaan – 2

4. IAzaan kumele ishiwo ngezwi eliphezulu. عن عبد الله بن زيد رضي الله عنه قال… فأخبرته بما رأيت فقال إنها لرؤيا حق إن شاء الله فقم مع بلال فألق عليه ما رأيت فليؤذن به فإنه أندى صوتا منك (سنن أبي داود، الرقم: 499) UHazrat Abdullah bin Zaid (radhiyallahu anhu) ubika …

Read More »

Indlela EyiSunnah Yokusho IAzaan

1. Kumele ube nesqiniseko sokuthi inhloso yakho yokusho iAzaan eyokujabulisa uAllah kuphela. عن ابن عباس رضي الله عنهما أن النبي صلى الله عليه وسلم قال من أذن سبع سنين محتسبا كتبت له براءة من النار (سنن الترمذي، الرقم: 206) UHazrat Ibnu Abbaas (radhiyallahu anhuma) ubika ukuthi uHazrat Rasulullah (sallallahu alayhi …

Read More »

Izimfanelo Ezika Muazzin 

1. UMuazzin kumele kube umuntu wesilisa. 2. Kumele abe nomqondo ophelele. 3. Kumele abe neminyaka yokuqonda izinto. IAzaan yengane engakafiki emnyakeni wokuqonda izinto ayivumelekile. 4. Kumele akwazi ukusho amagama eAzaan ngendlela efanele. 5. Kumele abe nolwazi lezikhathi zeSalaah. 6. Kumele abe inceku futhi abe umuntu oqotho. عن ابن عباس رضي …

Read More »

Ubuhle Buka Muazzin (umuntu osho iAzaan) – 6

   عن عمر رضي الله عنهما أنه قال لو كنت مؤذنا لكمل أمري وما باليت أن لا أنتصب لقيام ليل ولا لصيام نهار سمعت رسول الله صلى الله عليه وسلم يقول اللهم اغفر للمؤذنين ثلاثا قلت يا رسول الله تركتنا ونحن نجتلد على الأذان بالسيوف فقال كلا يا عمر إنه سيأتي …

Read More »

Ubuhle Buka Muazzin (umuntu osho iAzaan) – 5

9. Kwakuyisifiso SamaSahabaah ukuthi asho iAzaan futhi babethanda nokuthi izingane zabo zisho iAzaan Ngezansi amanye amaHadeeth akhombisa ukulangazelela kwama Sahaabah ukuthi asho iAzaan: a) Ukulangazelela kuka Ali (radhiyallahu anhu) ukuthi uHazrat Hassan noHazrat Hussain basho iAzaan: عن علي رضي الله عنه قال ندمت أن لا أكون طلبت إلى رسول الله …

Read More »

Ubuhle Buka Muazzin (umuntu osho iAzaan) – 4

7. Uthenjiswe inkululeko emlilweni wase Jahannam umuntu osho iAzaan iminyaka eyisikhombisa (7). عن ابن عباس رضي الله عنهما أن النبي صلى الله عليه وسلم قال من أذن سبع سنين محتسبا كتبت له براءة من النار (سنن الترمذي، الرقم: 206) UHazrat Ibnu Abbaas (radhiyallahu anhuma) ubika ukuthi uHazrat Rasulullah (sallallahu alayhi …

Read More »

Ubuhle Buka Muazzin (umuntu osho iAzaan) – 3

5. Isimemezeliwe intethelelo kaMuazzin. Ngokufanayo, izindaba ezimnandi mayela noMuazzin zikhishiwe ngokuthi ubusisiwe ngesibusiso sawonke umuntu osho iSalaah yakhe ngokuzwa iAzaan yakhe. عن البراء بن عازب رضي الله عنه أن نبي الله صلى الله عليه وسلم قال إن الله وملائكته يصلون على الصف المقدم والمؤذن يغفر له بمد صوته ويصدقه من …

Read More »

Ubuhle Buka Muazzin (umuntu osho iAzaan) – 2

3. Zinkulu izibusiso ezibikiwe kwelizayo zomuntu osho iAzaan. عن أبي هريرة رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال لو يعلم الناس ما في النداء والصف الأول ثم لم يجدوا إلا أن يستهموا عليه لاستهموا (صحيح البخاري، الرقم: 615) UHazrat Abu Hurairah (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi uHazrat …

Read More »

Ubuhle Buka Muazzin (umuntu osho iAzaan)

IAzaan isuka ezimpawini ezibalulekile kwi Islam. IIslam inika inhlonipho enkulu kumuntu osho iAzaan, emema abantu kuze bezokwenza iSalaah. Ngosuku lokwahlulela abantu bazomthanda umuntu lo okade ejwayele ukusho iAzaan emhlabeni ngenxa yesikhundla esiphakeme azobe enaso kwelizayo. Maningi amaHadeeth akhuluma ngobuhle obukhulu nezibusiso eziningi ezibekelwe abantu abasho iAzaan. 1. UMuazzin uzojabuliswa isikhundla …

Read More »

Iazaan – Ukusungulwa Kwayo Nokuqala Kwayo – 3

Ngenkathi evuka ekseni wase eya kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) wethula lonke iphupho lakhe kuye. Ngokuzwa iphupho lakhe URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Ngempela iphupho eliqiniso. Ima eduze kwa Bilaal (radhiyallahu anhu) umfundise amagama eAzaan ofundiswe wona ephupheni ukuze azokwenza IAzaan. Vumela uBilaal ukuthi enze IAzaan ngoba iziwi lakha lingaphezukwelakho futhi …

Read More »