عن سهل بن سعد رضي الله عنه قال: جاء رجل إلى النبي صلى الله عليه وسلم فشكا إليه الفقر وضيق العيش أو المعاش فقال له رسول الله صلى الله عليه وسلم: إذا دخلت منزلك فسلم إن كان فيه أحد أو لم يكن فيه أحد ثم سلم علي واقرأ قل هو …
Read More »Yearly Archives: 2021
Ukukhanya ngosuku lokwahlulela
UHadhrat Ibnu Umar (radhiyallahu anhuma) ubika ukuthi uRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi," Zijwayezeni ukuthi uma nihlangene nithumele idurood kimi ngoba izoninika ukukhanya ngosuku lokwahlulela."
Read More »Umnikelo (Sadaqah) otholakala ngokusho idurood
عن أبي سعيد الخدري رضي الله عنه عن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال أيما رجل مسلم لم تكن عنده صدقة فليقل في دعائه اللهم صل على محمد عبدك ورسولك وصل على المؤمنين والمؤمنات والمسلمين والمسلمات فإنها زكاة وقال لا يشبع مؤمن خيرا حتى يكون منتهاه الجنة (صحيح ابن …
Read More »Ukuthola Isiqiniseko Sokuvikelwa Kumlilo Wesihogo Nokuzenzisa
UHadhrat Anas (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi uRasulullah (sallalahu alaihi wassallam) wathi, "Lowo othumela idurood kimi amahlandla ayinkulungwane ngoLwesihlanu, uyoboniswa indawo yakhe ePharadesi ngaphambi kokuthi adlule emhlabeni."
Read More »Ubuhle Bewudhu
16. Yenza imasah yengemuva lomqala usebenzisa ingemuva leminwe. Ungafiki kwingaphambili lomqala.
UHadhrat Abdullah bin Umar (sengathi uAllaah angagculiseka ngaye) ubika ukuthi uHadhrat Rasulullah (ukuthula kube kuye) wathi, "Lowo owenza iwudhu, enze imasah yengemuva lomqala, uyovikelwa kumgexo (womlilo) ngosuku lokwahlulela".
Read More »Ukubona Indawo Yakho Epharadesi
UHadhrat Anas (sengathi uAllaah angagculiseka ngaye) ubika ukuthi uRasulullah (ukuthula kube kuye) wathi, "Lowo othumela idurood kimi amahlandla ayinkulungwane ngoLwesihlanu, uyoboniswa indawo yakhe ePharadesi ngaphambi kokuthi adlule emhlabeni."
Read More »Ubuhle Bewudhu
11. Yenza ikhilaal yentshebe. Ikhilaal yentshebe yenziwa ngokuthi udlulise iminwe emanzi entshebeni (kusuka ngaphansi kwesilevu). Ikhilaal yentshebe kufanele yenziwe yilabo abanentshebe enkulu niminyene. Uma intshebe incane ngendlela yokuthi isikhumba siyabonakala, asikho isidingo sekhilaal kunalokho geza ubuso uqikelele futhi uqinisekise ukuthi amanzi afinyelela yonke indawo.
Read More »Ukuxhawula Urasulullah (Ukuthula Kube Kuye) Ngosuku Lokwahlulela
قال النبي صلى الله عليه وسلم من صلى علي في يوم خمسين مرة صافحته يوم القيامة (القربة لابن بشكوال، الرقم: ٨٧، وقد سكت عنه السخاوي في القول البديع صـ ٢٨٩، ويفهم من سكوته أن الحديث معمول به عنده، ولذلك ذكره في كتابه) Kubikwa ukuthi uRasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam) wathi, “Lowo …
Read More »Ukukhululwa Kuko Konke Ukukhathazeka
عن أبي بن كعب رضي الله عنه قال قلت يا رسول الله إني أكثر الصلاة عليك فكم أجعل لك من صلاتي ؟ فقال ما شئت قال قلت الربع قال ما شئت فإن زدت فهو خير لك قلت النصف قال ما شئت فإن زدت فهو خير لك قال قلت فالثلثين قال …
Read More »Ukwenzelwa Idu’a Ngurasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam)
عن أنس بن مالك قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من صلى علي بلغتني صلاته وصليت عليه وكتبت له سوى ذلك عشر حسنات (المعجم الأوسط للطبراني، وسنده لا بأس به كما القول البديع صـ ٢٣٩) UHadhrat Anas bin Maalik (radhiyallahu ‘anhu) ubika uthi uRasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam) wathi, “Lowo …
Read More »