1. Ukusebenzisa iMiswaak kwandisa imvuzo yeSalah izihlandla ezingamashumi ayiskhombisa عن عائشة رضي الله عنها قالت قال رسول الله صلى الله عليه وسلم فضل الصلاة التي يستاك لها على الصلاة التي لا يستاك لها سبعين ضعفا (المستدرك على الصحيحين للحاكم، الرقم: ٥١٥)[1] UHazrat Aisha (radhiyallahu ‘anha) uthi uRasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam) …
Read More »Ukuthola izibusiso eziphindwe kashumi
عن أبي هريرة أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال: من صلى علي واحدة صلى الله عليه عشرا (صحيح مسلم، الرقم: 408) UHazrat Abu Hurairah ubika ukuthi uRasulullah (ukuthula kube kuye) wathi umuntu othumela iDurood kimi kanye uAllah uthumela kuye izibusiso eziphindwe izihlandla eziyishumi Ukuba nephunga elihle ngenxa yokuthumela …
Read More »AmaFaraaidh eGhusl
AmaFaraaidh eGhusl 1. Ukuhahaza umlomo ngendlela yokuthi amanzi afike yonke indawo. 2. Ukufaka amanzi emakhaleni kuze kufike ethanjeni. 3. Ukuthela umzimba wonke ngamanzi. AmaSunnat eGhusl 1. Ukwenza inhloso yokususa konke ukungcola ukuze ube msulwa. 2. Uma iSatr imbozekile yisho uBismillah. 3. Geza izandla kufike esihlakaleni kathathu. 4. Ukugeza izitho zangasese …
Read More »Ukubona Indawo Yakho Epharadesi
عن أنس بن مالك قال: قال رسول الله صلى الله عليه وآله وسلم: من صلى علي صلاة واحدة صلى الله عليه عشرا ومن صلى علي عشرا صلى الله عليه مائة ومن صلى علي مائة كتب الله له بين عينيه براءة من النفاق وبراءة من النار وأسكنه الله يوم القيامة مع …
Read More »Imikhonzo nezilokotho idluliselwa ku Hadhrat Rasulullah (sallallahu alaihi wasallam) izingelosi.
عن ابن عباس رضي الله عنهما قال: ليس أحد من أمة محمد يصلي على محمد أو يسلم عليه إلا بلغه يصلي عليك فلان ويسلم عليك فلان (مسند إسحاق بن راهويه، الرقم: ٩١١، ورجاله ثقات إلا أبا يحيى القتات، ففيه ضعف) UHadhrat Ibnu Abbaas (radhiyallahu anhuma) wake washo lokhu, “Akekho umuntu …
Read More »Izingelosi Zihamba Umhlaba Wonke Ziqoqa Idurood
عن عبد الله قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: إن لله ملائكة سياحين في الأرض يبلغوني من أمتي السلام (سنن النسائي، الرقم: 1282، صحيح ابن حبان، الرقم: 913) UHadhrat Abdullah bin Mas’ood (radhiyallahu ‘anhu) ubika ukuthi uRasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam) wathi, “Ngempela, uAllaah Ophakeme uneqembu lezingelosi ezihamba umhlaba …
Read More »IDurood Ekalwa Ngokugcwele Phama
UHadhrat Abu Hurayrah (radhiyallahu ‘anhu) ubika ukuthi uRasulullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi, "Lowo ofisa ukuthi idurood yakhe ikalwe ngesikali esigcwele (athole umhlomulo ophelele) uma esho idurood kithi thina bahlali bendlu ka Allaah Ophakeme (Ahlul Bayt), makasho le durood:
O Allaah dlulisa imikhonzo ku Muhammad (sallallahu ‘alaihi wasallam), uMprofethi ongafundile; kumakhosikazi akhe, omama bamakholwa; kwinzalo yakhe nakubo bonke abendlu yakhe, njenganalokho wadlulisa imikhonzo kumndeni ka Ibrahim (alahis salaam), Allah ngempela Ufanelwe ludumo lonke, Uphakeme.
Read More »Ubuhle Bewudhu
23. Hlanza zonke izitho (zewudhu) ngokulandelana ungaphumuli kumbe ume phakathi nendawo.
24. Ungaxoxi uma wenza iwudhu.
25. Ungawamoshi amanzi.
Read More »Ukukhulunyelwa nguHadhrat Rasulullah (sallallahu ‘alaihi wasallam)
عن رويفع بن ثابت قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من صلى على محمد وقال: اللهم أنزله المقعد المقرب عندك يوم القيامة، وجبت له شفاعتي (المعجم الكبير للطبراني، الرقم: ٤٤٨٠، وإسناده حسن كما في مجمع الزوائد، الرقم: ١٧٣٠٤) UHadhrat Ruwaifi’ bin Thaabit Al Ansaari (radhiyallahu ‘anhu) ubika ukuthi …
Read More »Amaphuzu Aqondene Nenyanga Ka Ramadhaan 3
16. Qinisekisa ukuthi wenza amarakaat angamashumi amabili omkhuleko iTaraweeh njalo ebusuku. Lo mkhuleko uyinkambiso (sunnah) egcizelelwayo kaMprofethi (ukuthula kube kuye). Ngesikhathi UHadhrat Umar (radhiyallahu ‘anhu) engumholi, wonke amaSahaabah (radhiyallahu ‘anhum) avumelana ngokuthi kwenziwe amarakaat angamashumi amabili eTaraweeh. Zama ukuthi okungenani uqede iQur’aan eyodwa (khatam) kwiTaraweeh. عن أبي هريرة رضي الله …
Read More »