Salaah

Isiyalo Kulaba Abangayenzi ISalaah Yabo Nenhlangano EMasjid

Kade kuyisifiso esikhulu sikaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ukuthi amadoda esizwe sakhe enze iSalaah ngokuhlangana eMasjid. URasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ekhathazeka uma ezwa ukuthi khona abenza amaSalaah abo ezindlini zabo aze athi, “Ukuba kade bengekho omama nezingane kade ngizothuma abafana ukuthi bangithezele izinkuni ngihambe ngishise imizi yalaba abenza ISalaah yabo ezindlini …

Read More »

Isikhathi Nendlela Efanelekile

Njengoba kubalulekile ukwenza iSalaah, ukuyenza ngesikhathi esifanelekile futhi nangendlela efanelekile kubalulekile. UHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Uma umuntu enza iSalaah yakhe ngesikhathi esifanelekile ngeWudhu ephelele, ephelelisa iQiyaam (ukuma), jRuku (ukugoba) neSajdah (ukuguqa) ngendlela efanelekile ngokucabangisisa nokuzithoba. ISalaah yakhe iyakhuphuka ikhanye ibenobuhle ithi kuye, ‘Engathi uAllah angakuvikela njengoba nawe ungivikelile’. …

Read More »

ISalaah Yabantu Besilisa

ISalaah inesikhundla esiphakeme kakhulu empilweni yeMuslim engayidingi incazelo. Ngokuthi into eyokuqala oyobuzwa ngayo ngosuku lokwahlulela kwanele njengobufakazi. UHadrat Rasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi : إن أول ما يحاسب الناس به يوم القيامة من أعمالهم الصلاة قال يقول ربنا جل وعز لملائكته وهو أعلم انظروا في صلاة عبدي أتمها أم نقصها …

Read More »