Ukuthola izibusiso eziphindwe kashumi

عن أبي هريرة أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال: من صلى علي واحدة صلى الله عليه عشرا (صحيح مسلم، الرقم: 408)

UHazrat Abu Hurairah ubika ukuthi uRasulullah (ukuthula kube kuye) wathi umuntu othumela iDurood kimi kanye uAllah uthumela kuye izibusiso eziphindwe izihlandla eziyishumi

Ukuba nephunga elihle ngenxa yokuthumela iDurood eningi

Umlisa mumbe owayeshadele ka Moulana Faizal Hasan Saharanpuri (Rahimahullah) wake watshela uHazrat Shaikhul hadith Moulana Muhammad Zakariyya (Rahimahullah) ngenkathi kushone uMoulana Faizal Hasan (Rahimahullah) kwabakhona iphunga elimnandi elalisuka ekamelweni lakhe kwaze kwaphela inyanga.
Lesisimo saqhubeka kwaze kwaphela inyanga.
Ngenkathi lesisgameko sichazelwa uMoulana Qaasim Nanotwi (Rahimahullah) wathi lesi isibusiso esiqhamuke ngenxa yokuthumela iDurood kuRasulullah (Sallallahu ‘Alayhi Wa Sallam). Ngenkathi esaphila uMoulana Faizal Hasan (Rahimahullah) wazijwayeza ukuthumela iDurood eningi kakhulukazi ngobusuku beJumuah. (Fazaail-e-Durood Pg. 153)

About admin

Check Also

Ukusho IDurood kashumi Ekseni Nantambama

عن أبي الدرداء رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من …