Ukwamukelwa KwamaDua 

عن عمر بن الخطاب رضي الله عنه قال: إن الدعاء موقوف بين السماء والأرض لا يصعد منه شيء حتى تصلي على نبيك صلى الله عليه وسلم (سنن الترمذي، الرقم: 486)

UHazrat Umar (radhiyallahu anhu)ubika uthi, “AmaDua ahlala phakhathi kwasezulwini nom hlaba. Awaqhubeki aye ezulwini ungakosho iDurood kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam)(kuchaza ukuthi asikho isiqiniseko sokuthi izokwamukelwa).”
Ukusho IDurood Emhlanganweni 
Umbhali webhuku ekuthiwa iNuzhatul Majaalis ubika lendaba elandelayo ngenye inceku:
Nganginomakhelwane owaye kade ejwayele ukwenza izono kakhulu. Ngangijwayele ukumkhuthaza ukuthi aphenduke acele intethelelo, kodwa akalalelanga. ngokushona kwakhe, ngambona ezulwini. Ngase ngibuza ukuthi uye kanjani eJannah. Waphendula wathi, “Ngake ngaya komunye umhlangano
womunye umbhali wamaHadeeth owathi, ‘Umuntu osho iDurood ngezwi eliphezulu uyoba nesqiniseko seJannah. ‘ Ngempela Nami ngase ngisho iDurood ngezwi eliphezulu. UAllah wase esithethelela sonke.” (Nuzhatul Majaalis 2/87)

About admin

Check Also

Ukusho IDurood kashumi Ekseni Nantambama

عن أبي الدرداء رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من …