12. Kuvumelekile ukuthi owesifazane azihlabele isilwane sakhe kodwa 13. Ungasihlabi isilwane ngaphambili kwezinye izilwane. 14. Uma uhlaba kumele usebenzise ummese obukhali futhi kumele uhlabe ngokusheshisa. Ungasizwisi isilwane izinhlungu ngokusebenzisa ummese obuthuntu noma ngokwenza kancane. عن عبد الله بن عمر رضي الله عنهما قال: أمر رسول الله صلى الله عليه وسلم …
Read More »AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani – 2
6. KuyiSunnah ukugwema ukudla ekuseni ngosuku lweEid ul Adha kuze kubuywe kwiEid Salaah. عن ابن بريدة عن أبيه رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم كان لا يخرج يوم الفطر حتى يأكل وكان لا يأكل يوم النحر حتى يرجع (سنن ابن ماجة، الرقم: 1756) UHadrat Buraidah (radiallahu …
Read More »AmaSunnat Nendlela yokwenza IKurbaani
1. IKurbaani iyiIbaadah (indlela yokukhonza) enkulu kwiIslaam. Kunenkulumo ekhethekile kwiKuraan mayelana neKurbaani, ubuhle bayo obukhulu futhi ukubaluleka kwayo kugcizeleliwe kwiKuraan namaHadeeth kaRasullullah (sallallahu alaihi wasallam). UAllah uthi : لَنۡ یَّنَالَ اللّٰه لُحُوۡمُها وَلَا دِمَآؤُها وَلٰکِنۡ یَّنَالُه التَّقۡوٰی مِنۡکُمۡ “Akusiyona inyama noma igazi (lesilwane) elifikela kuAllah eskhundleni salokho ubuqotho benhliziyo okufinyelela …
Read More »Imibuzo Ejikelele Mayelana NeAzaan NeIkaamah
1. Umbuzo: Ngabe kumele osho iIkaamah abhekise ikhanda lakhe kuhlangothi lwesokudla nakwe lwesonxele uma esho u حي على الصلاة no حي على الفلاح. Impendulo : kunemibono emithathu kulumbuzo: Umbono wokuqala ukuthi uMuazzin angeke aze abhekise ikhanda kuhlangothi lwesokudla no lwesonxele uma esho u حي على الصلاة no حي على الفلاح. …
Read More »Ukuphinda Amazwi EIkaamah
Ukuphinda amazwi eIkaamah kuyefana nokuphinda amazwi eAzaan, umehluko ukuthi uma uzwa u قد قامت الصلاة kumele uthi : أَقَامَهَا اللهٌ وَأَدَامَهَا Engathi uAllah angayisungula (isalaah) futhi ayilondoloze عن أبي أمامة أو بعض أصحاب رسول الله صلى الله عليه وسلم أن بلالا أخذ في الإقامة فلما أن قال قد قامت الصلاة …
Read More »Indlela EyiSunnah Yokusho IIkaamah – 2
4. Kuncono ukuthi iIkaamah ishiwo umuntu owenze iAzaan. عن زياد بن الحارث الصدائي رضي الله عنه قال أمرني رسول الله صلى الله عليه وسلم أن أؤذن في صلاة الفجر فأذنت فأراد بلال أن يقيم فقال رسول الله صلى الله عليه وسلم إن أخا صداء قد أذن ومن أذن فهو يقيم …
Read More »Indlela EyiSunnah Yokusho IIkaamah
1. Yisho iIkaamah ngeHadr (ngokusho amagama ngendlela esheshayo). عن جابر رضي الله عنه أن رسول الله صلى الله عليه وسلم قال لبلال اذا اذنت فترسل واذا اقمت فاحدر UHadrat Jaabir (radiallahu anhu) ubika ukuthi URasullullah (sallallahu alaihi wasallam) wathi kuBilaal (radiallahu anhu), “Uma wenza iAzaan yenze ngeTarassul (ngokusho amagama kancane …
Read More »Amazwi EIqaamah
Amazwi eIqaamah ayafana namazwi eAzaan, Kepha-ke, emva kwa حي على الفلاح (hayya alal falaah) kumele uthi: قد قامت الصلاة قد قامت الصلاة ISalaah isunguliwe, iSalaah isunguliwe. Amazwi eIqaamah ilawa alandelayo: اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, …
Read More »IDu’a Ngeskhathi SeAzaan YeMaghreb
Isho leDu’a elandelayo Ngeskhathi seAzaan yeMaghrib noma emva kweAzaan : اَللّٰهُمَّ إِنَّ هٰذَا إِقْبَالُ لَيْلِكَ وَإِدْبَارُ نَهَارِكَ وَأَصْوَاتُ دُعَاتِكَ فَاغْفِرْ لِيْ Sekufikile ubusuku kwahamba imini, nawa amazwi ezigqila zakho (oMuazzin). Ngicela ungithethelela (izono zami) عن أم سلمة رضي الله عنها قالت علمني رسول الله صلى الله عليه وسلم أن أقول …
Read More »IDua Emuva KweAzaan – 3
3. Angashiwo nalamaDu’a alandelayo : اَللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ صَلِّ عَلٰى مُحَمَّدٍ وَأَعْطِهِ سُؤْلَهُ يَوْمَ الْقِيَامَةِ O Allah! Nkosi yalesimemezelo esiphelele neSalaah esunguliwe! Thumela imikhonzo kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) futhi umnike iscelo sakhe (sokucelela indalo yonke intethelelo) ngosuku lokwahlulela. اللّٰهُمَّ رَبَّ هٰذِهِ الدَّعْوَةِ التَّامَّةِ وَالصَّلَاةِ الْقَائِمَةِ صَلِّ …
Read More »