عن جابر رضي الله عنه قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: ما اجتمع قوم ثم تفرقوا عن غير ذكر الله وصلاة على النبي صلى الله عليه وسلم إلا قاموا عن أنتن جيفة (مسند أبي داود الطيالسي، الرقم: ١٨٦٣، ورواته ثقات كما في إتحاف الخيرة المهرة، الرقم: ٦٠٦٢) UJaabir …
Read More »Isikhundla Esiphakheme SamaSahaabah (radhiyallahu anhum) Lawa Abamba Iqhaza EHudaibiya
Ubuqhawe BukaAli (radhiyallahu anhu) Empini YaseUhud Ngenkathi kuyimpi yaseUhud amaSahaabah amaningi ahlaselwa abulawa amaKuffar (abangakholwa). URasullulah (sallallahu alayhi wasallam) waye kade elimele ezungezwe izitha. Ngalesosikhathi, kwabakhona amahemuhemu ukuthi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ubulewe. Ngokuzwa lamahemuhemu angesilona iqiniso amaSahaabah (radhiyallahu anhum) alahlekelwa umdlandla wokulwa agcwala usizi. UHazrat Ali (radhiyallahu anhu) uthi …
Read More »Ukushiya Isenzo Esikuholela EJannah
عن حسين بن علي رضي الله عنهما قال قال رسول الله صلى الله عليه وسلم من ذكرت عنده فخطىء الصلاة علي خطىء طريق الجنة (المعجم الكبير للطبراني، الرقم: 2887، وقال المناوي في فيض القدير (٦/232) تحت حديث من نسي الصلاة علي خطئ طريق الجنة: لكن انتصر له ابن الملقن فقال: …
Read More »Ukuvikelwa kwamaSahaabah (radhiyallahu anhum) Emlilweni Wasesihogweni
UHazrat Talha (radhiyallahu anhu) Empini YaseUhud UHazrat Zubair bin Awwaam (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi ngenkathi kuyimpi yaseUhud, uRasullulah (sallallahu alayhi wasallam) wagqoka izembatho zempi ezimbili. Phakathi nempi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wafisa ukugibela enye imbokodo kodwa ngenxa yesindo sezembatho ayekade ezigqokile wehluleka. Wacela uHazrat Talha (radhiyallahu anhu) ukuthi akahlale phansi …
Read More »Uphawu Lomkhuba Omubi Nokungabongi
عن قتادة قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: من الجفاء أن أذكر عند الرجل فلا يصلي علي (الإعلام بفضل الصلاة على النبي صلى الله عليه وسلم للنميري، الرقم: 209، ورواته ثقات كما في القول البديع صـ 311) UHazrat Qataadah (rahmatullah alayh) ubika ukuthi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, …
Read More »Amazwi EIqaamah
Amazwi eIqaamah ayafana namazwi eAzaan, Kepha-ke, emva kwa حي على الفلاح (hayya alal falaah) kumele uthi: قد قامت الصلاة قد قامت الصلاة ISalaah isunguliwe, iSalaah isunguliwe. Amazwi eIqaamah ilawa alandelayo: اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, UAllah uye omkhulu kakhulu. اَللهُ أَكْبَرْ اَللهُ أَكْبَرْ UAllah uye omkhulu kakhulu, …
Read More »Isimo Esibi Somuntu Othuka AmaSahaabah (radhiyallahu anhum)
Uthando Olukhulu LamaSahaabah (radhiyallahu anhum) LikaRasulullah kwake kwafika umuntu kuRasullulah wathi kuye, “O Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam)! Ngendlela engikuthanda ngayo, uma ngicabanga ngawe ayikho into engipholisa inhliziyo ngaphandle kokuthi ngikubone. O Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam)! ngihlezi ngicabanga ukuthi uma uAllah engfaka ezulwini, kuzoba nzima ukuthi ngikbone ngenxa yesikhundla oyobe unikwe …
Read More »Umuntu Oncishana Ngempela
عن حسين بن علي بن أبي طالب قال: قال رسول الله صلى الله عليه وسلم: البخيل الذي من ذكرت عنده فلم يصل علي (سنن الترمذي، الرقم: 3546، وقال هذا حديث حسن صحيح غريب) UHazrat Husain (radhiyallahu anhu) ubika ukuthi uHazrat Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam) wathi, “Umuntu oncishana ngempela ilo uma …
Read More »IDu’a Ngeskhathi SeAzaan YeMaghreb
Isho leDu’a elandelayo Ngeskhathi seAzaan yeMaghrib noma emva kweAzaan : اَللّٰهُمَّ إِنَّ هٰذَا إِقْبَالُ لَيْلِكَ وَإِدْبَارُ نَهَارِكَ وَأَصْوَاتُ دُعَاتِكَ فَاغْفِرْ لِيْ Sekufikile ubusuku kwahamba imini, nawa amazwi ezigqila zakho (oMuazzin). Ngicela ungithethelela (izono zami) عن أم سلمة رضي الله عنها قالت علمني رسول الله صلى الله عليه وسلم أن أقول …
Read More »Isikhundla Esiphakheme SamaMuhajireen NamaAnsaar
Uthando LeSahaabi LaRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) Ngelinye ilanga iSahaabi lafika kuRasullulah (salallahu alayhi wasallam) labuza, “O Rasulullah (sallallahu alayhi wasallam), linini usuku leQiyaamah (usuku lokwahlulela)” URasullulah (sallallahu alayhi wasallam) waphendula wathi, “Imaphi amalungiselelo owenzele lelosuku?” leloSahaabi laphendula lathi, “Angisho ukuthi nginamaSalaah amaningi, angizilanga kakhulu futhi anginikeli kakhulu kodwa nginothando likaAllah …
Read More »