Ukunikela Omhambweni LwaseTabook UHadrat Abdur Rahmaan bin Khabbaab (radiyallahu anhu) ubika lokhu okulandelayo: Ngangikhona ngenkathi uRasullullah (sallallahu alayhi wasallam) ekhuthaza amaSahaabah (radiyallahu anhum) ukuthi anikele ebuthweni eliya eTabook. Ngalelosuku, uHadrat Uthmaan (radiyallahu anhu) wasukuma wathi, “O Sithunywa sikaAllah, ngithembisa ngokunikela ngamakamela awu (100) ahambiselana nezimfanelo zawo eziphelele (izihlalo noblankethe) endleleni …
Read More »Yearly Archives: 2025
Ukuphuza Echibini LaseKawsar Ngenkomishi Egcwele
UHadrat Hasan Basri (rahmatullah alayhi) uthi, “Umuntu onesfiso sokuphuza echibini likaHadrat Rasullullah laseKawsar ngenkomishi egcwele, kumele asho leDurood elandelayo: اَللّٰهُمَّ صَلِّ عَلٰى مُحَمَّدٍ وَعَلٰى آلِهِ وَأَصْحَابِهِ وَأَوْلَادِهِ وَأَزْوَاجِهِ وَذُرِّيَّتِهِ وَأَهْلِ بَيْتِهِ وَأَصْهَارِهِ وَأَنْصَارِهِ وَأَشْيَاعِهِ وَمُحِبِّيْهِ وَأُمَّتِهِ وَعَلَيْنَا مَعَهُمْ أَجْمَعِيْنَ يَا أَرْحَمَ الرَّاحِمِيْنَ O Allah thumela izikhonzo zakho kuMuhammed (sallallahu alayhi …
Read More »AmaSunnat EMasjid – 14
35. Ngaphandle kokuya eMasjid uyokwenza iSalaah, uma kukhona uhlelo lwentshumayelo eMasjid kumele wenze inhloso yokuya eMasjid uyofuna ulwazi lweIslaam. Uma ukwazi ukufundisa iIslam kumele wenze inhloso yokuhamba uye eMasjid uyofundisa abantu ulwazi lweDeen uma uthola ithuba. عن عائشة رضي الله عنها قالت أمر رسول الله صلى الله عليه وسلم ببناء …
Read More »